2 KWABASEKORINTE 3
UPawulu uyazincoma ebandleni 1 Sesiqala futhi ukuzincoma na? Kumbe siyadinga yini njengabanye izincwadi zokusincoma eziza kini noma ezivela kini na? 2 Nina niyincwadi yethu elotshwe ezinhliziyweni zethu, eyaziwa ifundwa ngabantu…
UPawulu uyazincoma ebandleni 1 Sesiqala futhi ukuzincoma na? Kumbe siyadinga yini njengabanye izincwadi zokusincoma eziza kini noma ezivela kini na? 2 Nina niyincwadi yethu elotshwe ezinhliziyweni zethu, eyaziwa ifundwa ngabantu…
UPawulu ushumayela ivangeli ngesibindi 1 Ngakho lokhu sinale nkonzo, njengokuba sahawukelwa, asidangali, 2 kodwa sizilahlile izinto ezifihliwe zehlazo, asihambi ngobuqili, asiliphambanisi izwi likaNkulunkulu, kepha ngokuveza obala iqiniso sizincoma kunembeza wabantu…
Ukulangazelela ikhaya lasezulwini 1 Ngokuba siyazi ukuthi uma indlu yethu yasemhlabeni eyidokodo idilizwa, sinesakhiwo esivela kuNkulunkulu, indlu engenziwanga ngezandla, eyaphakade, esezulwini. 2 Ngenxa yalokho siyabubula, silangazelela ukwelakanyiswa ngendlu yethu yasezulwini,…
UPawulu ululeka ibandla ukuba lingamukeleli ize umusa kaNkulunkulu 1 Kepha thina esisebenza kanye naye siyanincenga ukuba ningawamukeleli ize umusa kaNkulunkulu — 2 ngokuba uthi: “Ngesikhathi esihle ngikuzwile, nangosuku lwensindiso ngakuhlangulisa;”…
UThithu ujabulisa uPawulu ngokumbikela uthando nokulalela kwabaseKorinte 1 Lokhu sinalezo zithembiso, bathandwa, masizihlambulule ekungcoleni konke kwenyama nokomoya, siphelelise ubungcwele ngokumesaba uNkulunkulu. 2 Sivuleleni indawo ezinhliziyweni zenu; asonanga muntu, asonakalisanga muntu,…
Ngeminikelo yokusiza amaKristu ampofu 1 Kepha siyanazisa, bazalwane, ngomusa kaNkulunkulu awuphiweyo amabandla aseMakedoniya 2 ukuthi ekuvivinyweni okukhulu kosizi ukuthokoza kwawo okuvamileyo nobumpofu bawo obukhulu kwenza ukuba avame kakhulu ekuphaneni okupheleleyo;…
Ngokunikela nangesibusiso esivela ngokunikela 1 Ngokuba maqondana nokukhonza abangcwele akuswelekile ukuba nginilobele, 2 ngokuba ngiyalwazi uthando lwenu engizincoma ngalo ngani kwabaseMakedoniya, uma ngithi i-Akhaya lase lizilungisele kwanyakenye nokuthi ukushisekela kwenu…
UPawulu uyazivikela kwabamhlebayo 1 Kepha mina Pawulu uqobo ngiyanincenga ngobumnene nangokuva kukaKristu, mina engithobile phambi kwenu nxa ngikhona, kepha nginesibindi kini nxa ngingekho, 2 ngiyacela ukuba, nxa ngikhona, kungasweleki ukuba…
Ukuziphendulela kukaPawulu ngomsebenzi wakhe nangezinhlupheko ezamvelela ekushumayeleni kwakhe 1 Sengathi ningangibekezelela ebuwuleni obuyingcosana, yebo, ngibekezeleleni. 2 Ngokuba ngiyanishisekela ngokushisekela kukaNkulunkulu, ngokuba nganendisela endodeni eyodwa ukuba nginiyise kuKristu niyintombi emhlophe. 3…
UPawulu wamukela izambulo kuJesu 1 Kumelwe ukuba ngizibonge noma kungasizi; kepha sengizakuphatha imibono nezambulo zeNkosi. 2 Ngiyamazi umuntu ekuKristu, sekuyiminyaka eyishumi nane — nakuba wayesemzimbeni angazi, nakuba wayengaphandle komzimba angazi,…