1 KWABASEKORINTE 9

Inkululeko nelungelo likaPawulu 1 Angikhululekile na? Angisiye umphostoli na? Angimbonanga uJesu iNkosi yethu na? Nina anisiwo umsebenzi wami eNkosini na? 2 Noma ngingesiye umphostoli kwabanye, nokho kinina nginguye, ngokuba uphawu…

1 KWABASEKORINTE 10

Ningahlubuki uNkulunkulu njengalokho benza abakwa-Israyeli 1 Ngokuba angithandi, bazalwane, ukuba ningazi ukuthi okhokho bethu bonke babephansi kwefu, bonke badabula ulwandle; 2 bonke baphapathizwa kuMose efwini naselwandle; 3 bonke badla kudla…

1 KWABASEKORINTE 11

Isambatho sowesifazane enkonzweni 1 Yibani ngabalingisi bami, njengokuba nami ngilingisa uKristu. 2 Ngiyanibonga ngokuba ningikhumbula ezintweni zonke, nibambelela ezifundisweni, njengokuba nganinika zona. 3 Kepha-ke ngithanda ukuba nazi ukuthi inhloko yawo…

1 KWABASEKORINTE 12

Iziphiwo zikaMoya ezahlukeneyo nokuphathwa kwazo 1 Kepha maqondana neziphiwo zokomoya angithandi, bazalwane, ukuba ningabi nakwazi. 2 Niyazi ukuthi nisengabezizwe naholekela kuzo izithombe eziyizimungulu, nakuba naholwa kanjalo. 3 Ngakho ngiyanazisa ukuthi:…

1 KWABASEKORINTE 13

Ukudunyiswa kothando 1 Noma ngikhuluma ngezilimi zabantu nezezingelosi, kepha ngingenalo uthando, ngiyithusi elikhencezayo nensimbi encencethayo. 2 Noma nginokuprofetha, ngiqonda izimfihlakalo zonke nokwazi konke, noma nginokukholwa konke ngangokuba ngingagudluza izintaba, kepha…

1 KWABASEKORINTE 14

Isiphiwo sokuprofetha sidlula esokukhuluma ngezilimi 1 Jongani uthando, futhi nizondelele iziphiwo zomoya, ikakhulu ukuba niprofethe. 2 Ngokuba okhuluma ngezilimi kakhulumi kubantu, kepha ukhuluma kuNkulunkulu; ngokuba kakho ozwayo, ukhuluma izimfihlakalo ngomoya….

1 KWABASEKORINTE 15

Ukuvuka kwabafileyo 1 Kepha, bazalwane, ngiyanikhumbuza ivangeli enganishumayeza lona nenalamukelayo nenimi kulo, 2 nenisindiswa ngalo, nxa nibambelela ezwini enganishumayeza lona, uma kambe ukukholwa kwenu kungabanga yize. 3 Ngokuba okokuqala nganinika…

1 KWABASEKORINTE 16

Ukunikelelwa kwamakholwa 1 Maqondana nomnikelo obuthelwa abangcwele, njengalokho ngayala amabandla aseGalathiya, yenzani kanjalo nani. 2 Ngosuku lokuqala lweviki akube yilowo nalowo azibekelele eqongelela njengenhlanhla yakhe, ukuze kuthi nxa ngifika, kungabi…

2 KWABASEKORINTE 1

Isibingelelo 1 UPawulu, umphostoli kaKristu Jesu ngentando kaNkulunkulu, noThimothewu umzalwane kulo ibandla likaNkulunkulu eliseKorinte nakubo abangcwele bonke abakulo lonke lase-Akhaya: 2 Makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini…

2 KWABASEKORINTE 2

Ngokubuyiselwa kwezoni eziphendukayo 1 Kepha ngazimisela lokhu nami ngokwami ukuthi angisayikuza kini nginokudabuka. 2 Ngokuba uma mina nginidabukisa, pho, ngubani ongithokozisayo, uma kungesiye odabukiswa yimi, na? 3 Ngakuloba khona lokho,…