KWABASEROMA 15

Abanamandla mabasize ababuthakathaka 1 Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina. 2 Yilowo nalowo kithi makathokozise umakhelwane, kube kuhle, aze akheke, 3 ngokuba noKristu akazithokozisanga yena, kepha kunjengokuba…

KWABASEROMA 16

UPawulu ukhonza kubazalwane 1 Ngiyamncoma kini uFebe, udadewethu oyisikhonzi sebandla laseKenikreya, 2 ukuze nimamukele eNkosini njengokufanele abangcwele, nimsize noma kuyiphi into angase ayidinge kini, ngokuba yena ube ngumsizi wabaningi, nowami…

1 KWABASEKORINTE 1

Isibingelelo 1 UPawulu, obizelwe ngentando kaNkulunkulu ukuba abe ngumphostoli kaJesu Kristu, noSostene umzalwane, 2 kulo ibandla likaNkulunkulu eliseKorinte, kubo abangcwelisiwe kuKristu Jesu, ababiziweyo abangcwele, kanye nabo bonke abakhuleka egameni leNkosi…

1 KWABASEKORINTE 2

Intshumayelo kaPawulu eKorinte 1 Nami, bazalwane, ekufikeni kwami kini angifikanga ngobungcweti bokukhuluma nobokuhlakanipha, ngimemezele kini ubufakazi bukaNkulunkulu. 2 Ngokuba nganquma ukuthi angiyikwazi okunye phakathi kwenu, kuphela uJesu Kristu, lowo obethelwe…

1 KWABASEKORINTE 3

Indlela yokulandela abafundisi 1 Nami-ke, bazalwane, bengingenakukhuluma kini njengakwabomoya kepha njengakwabenyama, njengakwabayizingane kuKristu. 2 Nganiphuzisa ubisi, anganipha ukudla okuqinileyo, ngokuba beningakaqini. Yebo, nakalokhu anikaqini, 3 ngokuba niseyibo abenyama. Ngokuba uma…

1 KWABASEKORINTE 4

Izikhonzi zikaKristu nabaphathi bezimfihlakalo zikaNkulunkulu 1 Umuntu makasazi ukuthi siyizikhonzi zikaKristu nabaphathi bezimfihlakalo zikaNkulunkulu. 2 Futhi-ke kufuneka kubaphathi ukuba umuntu afunyanwe ekholekile. 3 Kepha kimina kuyinto encane impela ukuba ngahlulelwe…

1 KWABASEKORINTE 5

Ubufebe babaseKorinte. Ukuphathwa kwezoni 1 Kuyezwakala ngempela ukuthi kukhona ubufebe phakathi kwenu, futhi ubufebe bohlobo olungekho ngisho nakwabezizwe, okungukuthi omunye kini uya kumkayise. 2 Kepha nina nikhukhumele kunokuba nga nilila,…

1 KWABASEKORINTE 6

Ukukhuzwa kwabaseKorinte abamangalelanayo 1 Ukhona yini umuntu kini, uma enendaba nomunye, onesibindi sokumangala kwabangalungile, kungabi kwabangcwele, na? 2 Anazi yini ukuthi abangcwele bayakwahlulela izwe na? Kepha uma izwe lahlulelwa yinina,…

1 KWABASEKORINTE 7

Iziluleko nemithetho yokugana 1 Maqondana nalokho enaloba ngakho, kuhle kumuntu ukuba angamthinti owesifazane. 2 Kepha ngenxa yobufebe akube yilowo nalowo abe nowakhe umfazi, nalowo wesifazane abe neyakhe indoda. 3 Indoda…

1 KWABASEKORINTE 8

Isichasiselo ngenyama yokuhlatshelwe izithombe 1 Maqondana nokuhlatshelwe izithombe siyazi ukuthi sonke sinokwazi. Ukwazi kuyakhukhumeza, kepha uthando luyakha. 2 Uma umuntu ethi wazi utho, kakazi njengokuba kufanele ukuba azi; 3 kepha…