KWABASEROMA 5

Izithelo zokulunga 1 Ngakho lokhu sesilungisisiwe ngokukholwa, sinokuthula kuNkulunkulu ngeNkosi yethu uJesu Kristu, 2 okungaye sinokungena ngokukholwa kulo musa esimi kuwo, siyazibonga ekwethembeni inkazimulo kaNkulunkulu. 3 Kepha akusikho lokho kuphela,…

KWABASEROMA 6

UNkulunkulu akasenzeli umusa ukuba sihlale esonweni, kodwa ukuba sinqobe isono, simkhonze ekulungeni 1 Ngakho siyakuthini na? Sihlale esonweni, ukuze kuvame umusa na? 2 Qha nakanye. Thina esafa maqondana nesono singabuye…

KWABASEROMA 7

Ukukhululeka emthethweni 1 Kanti anazi yini, bazalwane, ngokuba ngikhuluma kwabawazi umthetho, ukuthi umthetho uyabusa phezu komuntu ngesikhathi sonke esekhona na? 2 Ngokuba owesifazane oganileyo uboshelwe ngomthetho endodeni isekhona; kepha nxa…

KWABASEROMA 8

Okholwayo usindiswa ekulahlweni, ahambe ngokukaMoya 1 Kanjalo akusekho ukulahlwa kwabakuKristu Jesu. 2 Ngokuba umthetho kaMoya wokuphila okuKristu Jesu ungikhululile emthethweni wesono nowokufa. 3 Ngokuba lokho okwehlula umthetho, ngokuba ungenamandla ngenxa…

KWABASEROMA 9

Ukungakholwa kwabakwa-Israyeli kuyadabukisa 1 Ngikhuluma iqiniso ngikuKristu, angiqambi amanga, unembeza wami ufakazelana nami eMoyeni oNgcwele 2 ukuthi nginokudabuka okukhulu nobuhlungu obungapheliyo enhliziyweni yami. 3 Ngokuba ngingafisa ukuba mina uqobo ngibe…

KWABASEROMA 10

AbaJuda bafuna ukulunga ngemisebenzi yomthetho kungengokukholwa, noma ivangeli lishunyayelwe kubo 1 Bazalwane, ukulangazela kwenhliziyo yami nokunxusa kwami kuNkulunkulu ngabo kungukuba basindiswe. 2 Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi bashisekela uNkulunkulu kodwa kungengokuqonda; 3…

KWABASEROMA 11

Insali ka-Israyeli yasindiswa 1 Ngalokho ngithi: UNkulunkulu usilahlile isizwe sakhe na? Qha nakanye, ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abrahama, wesizwe sakwaBenjamini. 2 UNkulunkulu akasilahlanga isizwe sakhe ayesazi ngaphambili. Kumbe anazi yini…

KWABASEROMA 12

Ukuhamba okungcwele 1 Ngakho ngiyanincenga, bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, othandeka kuNkulunkulu, kube ngukukhonza kwenu kokuqonda; 2 ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa…

KWABASEROMA 13

Ngokulalela amakhosi 1 Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso, ngokuba akukho mandla ombuso angaveli kuNkulunkulu; lawa akhona amiswe nguNkulunkulu. 2 Ngakho-ke omelana namandla ombuso umelana nesimiso sikaNkulunkulu; kepha abamelana…

KWABASEROMA 14

Indlela yokuphatha ababuthakathaka ekukholweni 1 Kepha obuthakathaka ekukholweni mamukeleni, kungabi ngokwahlulela ngezizindlo. 2 Omunye ukholwa ukuthi angadla konke, kepha obuthakathaka udla imifino. 3 Odlayo angamdeleli ongadliyo, ongadliyo angamahluleli odlayo, ngokuba…