IZENZO 23

UPawulu ephambi komphakathi 1 UPawulu wayesegqolozela umphakathi, wathi: “Madoda, bazalwane, mina ngihambile phambi kukaNkulunkulu nginonembeza wonke omuhle kuze kube namuhla.” 2 Kepha umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi khona ukuba bamshaye…

IZENZO 24

UPawulu umangalelwa kuFeliksi; ugcinwa eKesariya eyisiboshwa 1 Emva kwezinsuku eziyisihlanu umpristi omkhulu u-Ananiya wewuka kanye namalunga athile nommeli othile uTertulu; laba bammangalela uPawulu kumbusi. 2 Yena esebiziwe, uTertulu waqala ukumbeka…

IZENZO 25

UPawulu umangalelwa phambi kukaFestu 1 Kwathi uFestu engenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema; 2 abapristi abakhulu nezikhulu zabaJuda base bemangalela uPawulu kuye, bamncenga, 3 bazicelela umusa ngaye…

IZENZO 26

UPawulu uziphendulela phambi kukaFestu no-Agripha 1 Khona u-Agripha wathi kuPawulu: “Uvunyelwe ukuba uzikhulumele.” UPawulu wayeselula isandla, waziphendulela wathi: 2 “Maqondana nakho konke engimangalelwa ngakho ngabaJuda, nkosi Agripha, ngizibona nginenhlanhla, ngokuba…

IZENZO 27

UPawulu eyisiboshwa uhamba ngomkhumbi eya eRoma 1 Kwathi sekunqunyiwe ukuba siye e-Italiya ngomkhumbi, banikela uPawulu nezinye iziboshwa ezithile enduneni yekhulu, igama layo linguJuliyu, eyebutho likaKesari. 2 Sangena emkhunjini wase-Adramitiyu obusuzakuya…

IZENZO 28

UPawulu nabanye bamukelwa kahle ngabaseMelitha 1 Kwathi sesisindile khona, sezwa ukuthi isiqhingi sithiwa iMelitha. 2 Abantu bakhona basiphatha ngobubele obungavamile, ngokuba babebasa umlilo, basamukela sonke ngenxa yemvula eyayisina nangenxa yamakhaza….

KWABASEROMA 1

Isibingelelo 1 UPawulu, inceku kaKristu Jesu, umphostoli obiziweyo nowahlukaniselwe ivangeli likaNkulunkulu, 2 alethembisa ngaphambili ngabaprofethi bakhe emibhalweni engcwele 3 mayelana neNdodana yakhe eyavela enzalweni kaDavide ngokwenyama, 4 eyabonakaliswa ngamandla ukuthi…

KWABASEROMA 2

Bonke abantu baphansi kokwahlulela kukaNkulunkulu, abaJuda nabahedeni 1 Ngakho awunakuzilandulela wena muntu, noma ungubani owahlulelayo, ngokuba ngalokho owahlulela ngakho omunye uyazilahla wena, ngokuba wena owahlulelayo uyakwenza khona lokho nawe. 2…

KWABASEROMA 3

AbaJuda banelungelo kunabanye, ngokuba banikiwe umthetho 1 Ngalokho kuyini umJuda adlula abanye ngakho na? Kukho, ukusoka kunokusiza kuni na? 2 Kukhulu ngezindlela zonke. Kuqala ngokuba baphathisiwe amazwi kaNkulunkulu. 3 Kunjani…

KWABASEROMA 4

U-Abrahama walungisiswa ngokukholwa 1 Ngakho-ke siyakuthi uzuzeni u-Abrahama, ukhokho wethu, ngokwenyama na? 2 Ngokuba uma u-Abrahama walungisiswa ngemisebenzi, unakho ukuzibonga; kodwa phambi kukaNkulunkulu qha. 3 Ngokuba umbhalo uthini na? Uthi:…