IZENZO 13
Uhambo lokuqala lukaPawulu: ukubusiswa nokuthunywa kwakhe 1 Kwakukhona e-Antiyokiya ebandleni lakhona abaprofethi nabafundisi: oBarnaba, noSimeyoni othiwa uNigeri, noLukiyu waseKhurene, noManayeni owayondliwe kanye noHerode umtetrarki,* noSawulu. 2 Kwathi bekhonza iNkosi, bezila,…