NGOKUKAJOHANE 14

Inkulumo yokuvalelisa kukaJesu 1 “Inhliziyo yenu mayingakhathazeki. Kholwani nguNkulunkulu, nikholwe nayimi. 2 Ekhaya likaBaba kukhona izindlu eziningi; uma bekungenjalo, bengiyakunitshela ukuthi ngiya ukunilungisela indawo. 3 Nanxa ngiya nginilungisela indawo, ngobuye…

NGOKUKAJOHANE 15

Umvini namagatsha 1 “Mina ngingumvini owonawona, uBaba ungumlimi. 2 Yilelo nalelo gatsha elikimi, elingatheli izithelo, uyalisusa. Yilelo nalelo elithela izithelo uyalihlunga ukuba lithele kakhulu. 3 Nina senihlanzekile ngezwi engilikhulume kinina….

NGOKUKAJOHANE 16

Isigcino senkulumo kaJesu. Ukuhlupheka okuzayo 1 “Lokho ngikukhulume kini ukuba ningakhubeki. 2 Bayakunikhipha emasinagogeni,* yebo, siyeza isikhathi sokuba lowo onibulalayo uyakuthi ukhonza uNkulunkulu. 3 Lokhu-ke bayakukwenza ngokuba bengamazanga uBaba nami;…

NGOKUKAJOHANE 17

Umkhuleko kaJesu ezikhulekela yena, nabafundi bakhe, nabo bonke abakholwayo 1 UJesu wakhuluma lokho; wayesephakamisela amehlo akhe ezulwini, wathi: “Baba, isikhathi sifikile; khazimulisa iNdodana yakho, ukuze iNdodana ikukhazimulise wena, 2 njengalokho…

NGOKUKAJOHANE 18

Ukuboshwa kukaJesu 1 UJesu esekhulume lawo mazwi waphuma kanye nabafundi bakhe, waya phesheya komfudlana iKedroni, lapho kwakukhona insimu angena kuyo yena nabafundi bakhe. 2 NoJuda owamkhaphelayo wayeyazi leyo ndawo, ngokuba…

NGOKUKAJOHANE 19

UJesu ulahlwa yicala 1 UPilatu wayesemthatha uJesu, wamshaya. 2 Amabutho aluka umqhele wameva awufaka ekhanda lakhe, amembathisa ingubo ebubende; 3 aya kuye, athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Ammukula. 4 UPilatu wabuye…

NGOKUKAJOHANE 20

Ukuvuka kukaJesu 1 Kwathi ngosuku lokuqala lweviki uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe ethuneni. 2 Khona wayesegijima waya kuSimoni Petru nakulowo mfundi omunye uJesu amthandayo, wathi kubo:…

NGOKUKAJOHANE 21

UJesu uzibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya 1 Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanje: 2 kwakukhona ndawonye oSimoni Petru, noTomase othiwa uDidimu, noNathanayeli waseKhana laseGalile, nabakaZebedewu, nabanye ababili…

IZENZO 1

Isingeniso.Ukwenyuka kukaJesu 1 Incwadi yokuqala ngayiloba, Theyofilu, ngakho konke uJesu aqala ukukwenza nokukufundisa, 2 kwaze kwaba lusuku akhushulwa ngalo, esebayalile ngoMoya oNgcwele abaphostoli ayebakhethile; 3 waziveza kubo ephilile emva kokuhlupheka…

IZENZO 2

Ukuthululwa kukaMoya oNgcwele 1 Kwathi sekufikile usuku lwePhentekoste, bonke babebuthene ndawonye. 2 Ngokungazelelwe kwavela ezulwini inhlokomo kwangathi eyokuvunguza komoya onamandla; yona yagcwalisa indlu yonke ababehlezi kuyo. 3 Kwase kubonakala kubo…