NGOKUKALUKA 18

Umahluleli ongalungile 1 Wabalandisa umfanekiso wokuthi bamelwe ukukhuleka njalo, bangadangali. 2 Wathi: “Kwakukhona emzini othile umahluleli othile owayengamesabi uNkulunkulu, enganaki muntu. 3 Kulowo muzi kwakukhona futhi umfelokazi owayelokhu efika kuye,…

NGOKUKALUKA 19

UJesu ungenisa kwaZakewu 1 Wangena eJeriko, wadabula khona. 2 Bheka, kwakukhona indoda, igama layo linguZakewu, ingumthelisi omkhulu, icebile. 3 Yayifuna ukumbona uJesu ukuthi ungubani; yahluleka ngenxa yesixuku, ngokuba yayimfushane. 4…

NGOKUKALUKA 20

Igunya likaJesu 1 Kwathi ngolunye lwezinsuku lezo esafundisa abantu ethempelini, eshumayela ivangeli, abapristi abakhulu nababhali bekanye namalunga bamvukela. 2 Bakhuluma, bathi kuye: “Sitshele ukuthi lokhu ukwenza ngagunya lini, nokuba ngubani…

NGOKUKALUKA 21

Umnikelo womfelokazi 1 Kwathi ebheka, wabona abacebileyo bebeka iminikelo yabo emphongolweni womnikelo. 2 Wabona nomfelokazi othile ompofu ebeka khona amafadingi* amabili; 3 wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubeke…

NGOKUKALUKA 22

Iwundlu lePhasika 1 Kwasondela umkhosi wesinkwa esingenamvubelo othiwa iPhasika. 2 Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuba bangambulala kanjani; ngokuba babesaba abantu. Umvuzo wokumkhaphela uJesu 3 Kepha uSathane wangena kuJuda othiwa u-Iskariyothe…

NGOKUKALUKA 23

UJesu ephambi kukaPilatu noHerode 1 Kwase kusuka uquqaba lonke, lwamyisa kuPilatu. 2 Baqala ukumthwesa icala, bathi: “Simfumene lo edukisa isizwe sakithi, enqaba ukuba kuthelwe imali kuKesari, ethi nguye onguKristu inkosi.”…

NGOKUKALUKA 24

Ukuvuka kukaJesu 1 Kepha ngosuku lokuqala lweviki, kuntwela ngenzansi, bafika ethuneni bephethe amakha ababewalungisile. 2 Bafumana itshe ligingqiwe ethuneni. 3 Kuthe bengena, abasifumananga isidumbu seNkosi uJesu. 4 Kwathi besasambathekile yilokho,…

NGOKUKAJOHANE 1

UbuNkulunkulu nobuntu nomsebenzi kaJesu Kristu 1 Ekuqaleni wayekhona uLizwi, uLizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu. 2 Yena lowo wayekhona ekuqaleni kuNkulunkulu. 3 Konke kwavela ngaye; ngaphandle kwakhe akuvelanga lutho kukho konke okuvelileyo….

NGOKUKAJOHANE 2

Isimangaliso sokuqala sikaJesu 1 Kwathi ngosuku lwesithathu kwakukhona umshado eKhana laseGalile; wayekhona lapho unina kaJesu. 2 NoJesu nabafundi bakhe babemenyiwe emshadweni. 3 Kwathi ukuba lisweleke iwayini, unina kaJesu wathi kuye:…

NGOKUKAJOHANE 3

UJesu ukhuluma noNikodemu 1 Kwakukhona umuntu wakubaFarisi, nguNikodemu igama lakhe, isikhulu sabaJuda. 2 Lowo-ke weza kuye ebusuku, wathi kuye: “Rabi, siyazi ukuthi ungumfundisi ovele kuNkulunkulu, ngokuba akakho ongenza lezi zibonakaliso…