UZEFANIYA 1

Usuku lukaJehova 1 Izwi likaJehova elafika kuZefaniya indodana kaKushi kaGedaliya ka-Amariya kaHezekiya ezinsukwini zikaJosiya indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda. 2 “Ngiyakuqothula nokuqothula konke, kusuke ebusweni bomhlaba,” usho uJehova. 3 “Ngiyakuqothula abantu…

UZEFANIYA 2

Ukwahlulelwa kwezizwe 1 Buthanani, yebo, buthana, sizwe esingenamahloni, 2 isimiso singakazali lolo suku ludlula njengamakhoba lungakanehleli ulaka oluvuthayo lukaJehova, lungakafiki phezu kwenu usuku lolaka lukaJehova. 3 Funani uJehova nina nonke…

UZEFANIYA 3

IJerusalema elikhona nelizayo 1 Wo kohlubukileyo nongcolileyo, muzi ocindezelayo! 2 Awuzwa zwi, awamukeli ukulaywa, awumethembi uJehova, awusondelanga kuNkulunkulu wawo. 3 Izikhulu zawo phakathi kwawo ziyizingonyama ezibhongayo; abahluleli bawo bayizimpisi zokuhlwa;…