UZAKARIYA 11

Ukuwa kwemithi emihle 1 Vula iminyango yakho, Lebanoni, ukuba umlilo udle imisedari* yakho. 2 Hhewula, msayipuresi,* ngokuba umsedari* uyawa, ngokuba emihle iyachithwa; hhewulani nina ma-oki* aseBashani, ngokuba ihlathi elingenakudatshulwa liyawa….

UZAKARIYA 12

Ukusindiswa kweJerusalema 1 Isiprofetho. Izwi likaJehova ngo-Israyeli. UJehova oweneka amazulu, wabeka isisekelo somhlaba, wabumba umoya womuntu phakathi kwakhe, uthi: 2 “Bheka, ngiyakwenza iJerusalema libe yindebe yokutengezela kubo bonke abantu nxazonke…

UZAKARIYA 13

Ukuhlanjululwa kweJerusalema 1 “Ngalolo suku kuyakuba khona umthombo ovulelwa izono nokungcola kwendlu kaDavide nabakhileyo eJerusalema. 2 “Kuyakuthi ngalolo suku,” usho uJehova Sebawoti, “nginqume amagama ezithombe ezweni, zingabe zisakhunjulwa, ngidlulise abaprofethi…

UZAKARIYA 14

Usuku lukaJehova 1 Bheka, luyeza usuku lukaJehova, lapho impango yakho iyakwahlukaniswa phakathi kwakho. 2 Ngiyakubuthela iJerusalema bonke abezizwe ukuba balwe nalo; umuzi uyakuthathwa, izindlu ziphangwe, kuphoqwe abesifazane; inxenye yomuzi iyakumuka,…