UZAKARIYA 1

Abantu bayalezwa ukuphenduka 1 Ngenyanga yesishiyagalombili ngomnyaka wesibili kaDariyu izwi likaJehova lafika kuZakariya indodana kaBerekiya ka-Ido, umprofethi, lathi: 2 “UJehova wathukuthelela nokuthukuthelela oyihlo. 3 Kepha yisho wena kubo, uthi: Usho…

UZAKARIYA 2

Intambo yokulinganisa 1 Ngaphakamisa amehlo ami, ngabona; bheka, nango umuntu enentambo yokulinganisa esandleni sakhe. 2 Ngathi: “Uya ngaphi?” Wathi kimi: “Ngiya ukulinganisa iJerusalema, ngibone ukuthi bungakanani ububanzi balo, bungakanani nobude…

UZAKARIYA 3

UJoshuwa umpristi omkhulu ephambi kwengelosi kaJehova 1 Wayesengibonisa uJoshuwa umpristi omkhulu emi phambi kwengelosi kaJehova, noSathane emi ngakwesokunene sakhe ukumelana naye. 2 UJehova wathi kuSathane: “UJehova uyakukukhuza, Sathane, yebo, uJehova…

UZAKARIYA 4

Uthi lwezibani neminqumo emibili 1 Ingelosi eyayikhuluma nami yabuya, yangivusa njengomuntu evuswa ebuthongweni bakhe. 2 Yathi kimi: “Ubonani na?” Ngathi: “Ngibona, bheka, uthi lwezibani luyigolide lonke, lunembizana yalo phezu kwalo,…

UZAKARIYA 5

Umqulu wencwadi ondizayo 1 Ngabuye ngaphakamisa amehlo ami, ngabona; bheka, nanko umqulu wencwadi ondizayo. 2 Yathi kimi: “Ubonani na?” Ngathi: “Ngibona umqulu wencwadi ondizayo, ubude bawo buyizingalo ezingamashumi amabili, nobubanzi…

UZAKARIYA 6

Izinqola ezine 1 Ngabuye ngaphakamisa amehlo ami, ngabona; bheka, kwaphuma izinqola ezine phakathi kwezintaba ezimbili; izintaba zaziyizintaba zethusi. 2 Enqoleni yokuqala kwakukhona amahhashi abomvu, nasenqoleni yesibili amahhashi amnyama, 3 nasenqoleni…

UZAKARIYA 7

Ukuzila okuyikho 1 Kwathi ngomnyaka wesine wenkosi uDariyu izwi likaJehova lafika kuZakariya ngolwesine lwenyanga eyisishiyagalolunye, ekaKhisilevi. 2 IBethele lalithume oSareseri noRegemi Meleki namadoda abo ukunxusa kuJehova 3 nokukhuluma kubapristi abasendlini…

UZAKARIYA 8

Isithembiso sokubuyiswa 1 Izwi likaJehova Sebawoti lafika lathi: 2 Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Ngihawukela iJerusalema ngokuhawukela okukhulu, yebo, ngilihawukela ngokufutheka okukhulu.” 3 Usho kanje uJehova, uthi: “Ngiyakubuyela eSiyoni, ngihlale…

UZAKARIYA 9

Ukuchithwa kwezitha zakwa-Israyeli 1 Isiprofetho sezwi likaJehova phezu kwezwe lakwaHadiraki; nalo iDamaseku liyakuba yindawo yokuhlala kwaso, ngokuba uJehova uneso kubantu, ikakhulu kuzo zonke izizwe zakwa-Israyeli, 2 kanye neHamati elikhawula kulo,…

UZAKARIYA 10

UJehova ungumsizi oqinisileyo 1 Celani kuJehova imvula ngesikhathi semvula yamuva, uJehova owenza imibani, abesebanika izihlambi zemvula, yilowo nalowo aphiwe utshani ezweni lakhe. 2 Ngokuba amatherafi* akhulumile okuyize, nababhuli babone okungamanga;…