UNUMERI 31

Impindiselo kwabakwaMidiyani 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Baphindisele abantwana bakwa-Israyeli kwabakwaMidiyani, andukuba ubuthelwe kubantu bakini.” 3 UMose wayesekhuluma kubantu, wathi: “Hlomiselani impi amadoda phakathi kwenu ukuba ahlasele abakwaMidiyani, aphindisele…

UNUMERI 32

Isizwe sakwaRubeni nesakwaGadi nenxenye yesakwaManase zithola ifa lezwe ngasempumalanga 1 Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi babenemfuyo eningi, nalapho belibona izwe laseJazeri nezwe lakwaGileyadi ukuthi leyo ndawo iyindawo yezinkomo, 2 abantwana bakwaGadi…

UNUMERI 33

Izindawo zokumisa ekuhambeni kuka-Israyeli, kusukela eGibithe kuze kufike eKhanani 1 Nanka amabanga ohambo lwabantwana bakwa-Israyeli abaphuma ngawo ezweni laseGibithe ngamabandla abo phansi kwesandla sikaMose nesika-Aroni. 2 UMose waloba ngokuhamba kwabo…

UNUMERI 34

Ukunqunywa kwemikhawulo yezwe 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yala abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa nifika ezweni laseKhanani lokhu kuyizwe eliyakuba yifa lenu, izwe laseKhanani ngokwemikhawulo yalo — 3 uhlangothi…

UNUMERI 35

Imizi engamashumi amane nesishiyagalombili yamaLevi 1 UJehova wakhuluma kuMose emathafeni akwaMowabi ngaseJordani ngaseJeriko, wathi: 2 “Yala abantwana bakwa-Israyeli ukuba banike amaLevi kulo izwe eliyifa labo imizi ukuba ahlale kuyo; niyakunika…

UNUMERI 36

Ukugana kwamadodakazi kaSelofehadi 1 Izinhloko zezindlu zawoyise bomndeni wabantwana bakwaGileyadi kaMakiri kaManase, abemindeni yamadodana kaJosefa, zasondela, zakhuluma phambi kukaMose naphambi kwezikhulu, izinhloko zezindlu zawoyise babantwana bakwa-Israyeli, 2 zathi: UJehova wayiyala…