UNUMERI 21

Ukunqotshwa kwenkosi yase-Aradi 1 UmKhanani, inkosi yase-Aradi, owayakhe eningizimu, wezwa ukuthi u-Israyeli uyeza ngendlela yase-Atarimi; walwa no-Israyeli, wathumba abanye kubo. 2 U-Israyeli wenza isithembiso kuJehova, wathi: “Uma unikela nokunikela laba…

UNUMERI 22

UBalaki ulanda uBileyamu 1 Abantwana bakwa-Israyeli bahamba, bamisa emathafeni akwaMowabi ngaphesheya kweJordani ngaseJeriko. 2 UBalaki indodana kaSipori wabona konke akwenzile u-Israyeli kuwo ama-Amori. 3 UMowabi wayesesaba kakhulu abantu, ngokuba babebaningi;…

UNUMERI 23

UBileyamu ubusisa u-Israyeli 1 UBileyamu wathi kuBalaki: “Ngakhele lapha ama-altare ayisikhombisa, ungilungisele lapha izinkunzi eziyisikhombisa nezinqama eziyisikhombisa.” 2 UBalaki wenza-ke njengalokho uBileyamu ekhulumile; oBalaki noBileyamu banikela kulelo nalelo altare inkunzi…

UNUMERI 24

UBileyamu uyaphinda ukubusisa u-Israyeli; ubuyela ekhaya 1 UBileyamu esebonile ukuthi kwakukuhle kuJehova ukubusisa u-Israyeli, akayanga njengakuqala ukulindela imilingo, kepha wabhekisa ubuso bakhe ngasehlane. 2 UBileyamu waphakamisa amehlo akhe, wabona u-Israyeli…

UNUMERI 25

Isono sabakwa-Israyeli namadodakazi akwaMowabi 1 U-Israyeli wahlala eShithimi; abantu baqala ukuphinga namadodakazi akwaMowabi, 2 ngokuba babiza abantu ukuba beze emihlatshelweni yawonkulunkulu babo; abantu badla, bakhothamela onkulunkulu babo. 3 U-Israyeli wazihlanganisa…

UNUMERI 26

Ukubalwa okusha kwezizwe zakwa-Israyeli 1 Kwathi emva kwaleso sifo uJehova wakhuluma kuMose naku-Eleyazare indodana ka-Aroni umpristi, wathi: 2 “Balani umumo wenhlangano yonke yabantwana bakwa-Israyeli kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu,…

UNUMERI 27

Amadodakazi kaSelofehadi 1 Kwase kusondela amadodakazi kaSelofehadi kaHeferi kaGileyadi kaMakiri kaManase, awemindeni kaManase indodana kaJosefa; lawa angamagama amadodakazi akhe: oMahela, noNowa, noHogila, noMilka, noTirisa. 2 Ema phambi kukaMose naphambi kuka-Eleyazare…

UNUMERI 28

Imithetho yeminikelo yemihla yonke 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yala abantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Umnikelo wami, isinkwa sami seminikelo yami yomlilo yephunga elimnandi kimi, niyakuqaphela ukunikela ngawo kimi ngesikhathi…

UNUMERI 29

Imithetho yeminikelo 1 “ ‘Ngenyanga yesikhombisa ngolokuqala lwenyanga niyakuba nomhlangano ongcwele; ningasebenzi msebenzi; kulusuku lokubetha amacilongo kini. 2 Niyakunikela ngomnikelo wokushiswa ube yiphunga elimnandi kuJehova: iduna, nenqama, nezimvu zamaduna eziyisikhombisa…

UNUMERI 30

Imithetho yezithembiso 1 UMose wayesekhuluma kuzo izinhloko zezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, ethi: “Yilokhu uJehova ayale ngakho ukuthi: 2 ‘Nxa umuntu enza isithembiso kuJehova, noma efunga isifungo ukubopha umphefumulo wakhe ngesibopho esithile,…