UNUMERI 11

Abakwa-Israyeli bayakhonona eThabehera 1 Kwathi abantu bakhonona, kwabakubi ezindlebeni zikaJehova; esekuzwile uJehova, yavutha intukuthelo yakhe; umlilo kaJehova washa phakathi kwabo, wabaqeda abasemkhawulweni wekamu.* 2 Abantu base bekhala kuMose; uMose wakhuleka…

UNUMERI 12

OMiriyamu no-Aroni bamelana noMose. UMiriyamu uyajeziswa 1 OMiriyamu no-Aroni bakhuluma bemelene noMose ngenxa yowesifazane wakwaKushe amthathile; ngokube wayethathile owesifazane wakwaKushe. 2 Bathi: “Imbala uJehova ukhulumile kuMose kuphela na? Akakhulumanga nakithi…

UNUMERI 13

Izinhloli eziyishumi nambili 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Thuma wena abantu ukuba bahlole izwe laseKhanani engibanika lona abantwana bakwa-Israyeli; uthume umuntu waleso naleso sizwe sawoyise, kube yilowo nalowo abe…

UNUMERI 14

Ukukhonona kwabantu 1 Inhlangano yonke yayisiphakamisa izwi layo, yakhala. Abantu bakhala izinyembezi ngalobo busuku. 2 Bonke abantwana bakwa-Israyeli bakhonona ngoMose nango-Aroni; yonke inhlangano yathi kubo: “Sengathi nga safa ezweni laseGibithe,…

UNUMERI 15

Isithasiselo semithetho yeminikelo neyezipho zolibo 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli, uthi kubo: ‘Nxa nifika ezweni eniyakwakha kulo, engininika lona, 3 nenze umnikelo womlilo kuJehova, umnikelo wokushiswa,…

UNUMERI 16

Ukwambuka nokujeziswa kukaKora noDathani no-Abiramu 1 UKora kaJisihari kaKohati kaLevi, kanye noDathani no-Abiramu, amadodana ka-Eliyabe, no-Oni indodana kaPheleti, amadodana kaRubeni, bathatha amadoda, 2 bamvukela uMose benabathile babantwana bakwa-Israyeli, abangamakhulu amabili…

UNUMERI 17

Intonga ka-Aroni iyahluma 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Khuluma kubantwana bakwa-Israyeli, uthabathe kubo izintonga, ibe nye kuleyo naleyo ndlu kayise, kuzo zonke izikhulu njengezindlu zawoyise, izintonga eziyishumi nambili; loba…

UNUMERI 18

Umsebenzi wabapristi nowamaLevi 1 UJehova wathi ku-Aroni: “Wena namadodana akho nendlu kayihlo kanye nawe niyakuthwala ububi bendlu engcwele; wena namadodana akho kanye nawe niyakuthwala ububi bobupristi benu. 2 Nabafowenu, isizwe…

UNUMERI 19

Isithole esibomvu 1 UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi: 2 “Lokhu kuyisimiso somthetho uJehova ayalile ngaso ukuthi: ‘Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba balethe kuwe isithole esibomvu esingenasici, singenansolo, okungazange kubekwe ijoka phezu…

UNUMERI 20

Ukufa kukaMiriyamu 1 Abantwana bakwa-Israyeli, yonke inhlangano, bafika ehlane laseSini ngenyanga yokuqala; abantu bahlala eKadeshi; uMiriyamu wafela khona, wembelwa khona futhi. Amanzi aseMeriba 2 Kwakungekho manzi lapho kuyo inhlangano; babahlanganyela…