UNEHEMIYA 11

Abantu bahlukaniselwa eJerusalema nakwezinye izindawo 1 Izinduna zabantu zahlala eJerusalema; abantu abaseleyo benza inkatho ukuyisa omunye kwabayishumi njalo ukuba ahlale eJerusalema, umuzi ongcwele, nabayisishiyagalolunye kweminye imizi. 2 Abantu babusisa bonke…

UNEHEMIYA 12

Abapristi namaLevi abafika noZerubabele 1 Nampa abapristi namaLevi abakhuphuka noZerubabele indodana kaSheyalitiyeli noJeshuwa: oSeraya, noJeremiya, no-Ezra, 2 no-Amariya, noMaluki, noHathushi, 3 noShekaniya, noRehumi, noMeremoti, 4 no-Ido, noGinethoyi, no-Abiya, 5 noMijamini,…

UNEHEMIYA 13

Eminye imisebenzi kaNehemiya 1 Ngalolo suku kwafundwa encwadini kaMose ezindlebeni zabantu; kwafunyanwa kulotshiwe kuyo ukuthi owakwa-Amoni nowakwaMowabi abanakungena ebandleni likaNkulunkulu kuze kube phakade, 2 ngokuba abahlangabezanga abakwa-Israyeli ngesinkwa namanzi, kepha…