UNEHEMIYA 1

Umkhuleko kaNehemiya ngabakwa-Israyeli 1 Amazwi kaNehemiya indodana kaHakaliya. Kwathi ngenyanga kaKhisilevi, ngomnyaka wamashumi amabili ngisendlini yenkosi yaseShushani, 2 kwafika uHanani omunye wabafowethu, yena nabantu bakwaJuda; ngababuza ngabaJuda ababesele besindile ekuthunjweni…

UNEHEMIYA 2

UNehemiya uvunyelwa ukuvusa izingange zaseJerusalema 1 Kwathi ngenyanga kaNisani ngomnyaka wamashumi amabili ka-Aritahishashita inkosi, iwayini liphambi kwakhe, ngaliphakamisa iwayini, ngalinika inkosi. Ngangingazange ngibiphe phambi kwayo. 2 Inkosi yathi kimi: “Ubuso…

UNEHEMIYA 3

Izingange namasango aseJerusalema kuyalungiswa 1 Kwasuka u-Eliyashibi umpristi omkhulu nabafowabo abapristi, balakha iSango Lezimvu, balingcwelisa, bamisa izivalo zalo, yebo, kwaze kwaba naseMbhoshongweni KaHameya ababewungcwelisa, kwaze kwaba naseMbhoshongweni KaHananeli. 2 Eceleni…

UNEHEMIYA 4

Izitha ziyabahlupha abakhayo 1 Kepha kwathi lapho uSanibalati esezwile ukuthi sabe siluvusa ugange, wathukuthela, wavutha ulaka, waklolodela abaJuda. 2 Wakhuluma phambi kwabafowabo nempi yaseSamariya, wathi: “Benzani laba baJuda abangenamandla na?…

UNEHEMIYA 5

UNehemiya usiza abampofu 1 Kwaba khona ukukhala okukhulu kwabantu nawomkabo ngabafowabo abaJuda. 2 Ngokuba babekhona abathi: “Thina namadodana ethu namadodakazi ethu sibaningi; masithole amabele ukuba sidle, siphile.” 3 Babe khona…

UNEHEMIYA 6

Amacebo ezitha ngoNehemiya 1 Kwathi lapho oSanibalati, noThobiya, noGeshemi wase-Arabiya, nezinye izitha sebezwile ukuthi ngivusile ugange nokuthi akusasele sikhala, noma ngaleso sikhathi ngangingakamisi izivalo emasangweni, 2 oSanibalati noGeshemi bathumela kimi,…

UNEHEMIYA 7

Ukumiswa kwabalindi 1 Kwathi lapho ugange selwakhiwe, sengimisile izivalo, futhi kubekiwe abalindisango nabahlabeleli namaLevi, 2 ngayaleza uHanani umfowethu noHananiya induna yendlu yenkosi ukuba baphathe iJerusalema, ngokuba wayengumuntu othembekileyo, wamesaba uNkulunkulu…

UNEHEMIYA 8

Abantu bafundelwa umthetho 1 Bonke abantu babuthana njengomuntu munye esigcawini esasiphambi kweSango Lamanzi; bakhuluma ku-Ezra, umbhali, ukuba alethe incwadi yomthetho kaMose, uJehova ayeyale ngawo u-Israyeli. 2 U-Ezra, umpristi, wawuletha umthetho…

UNEHEMIYA 9

Usuku lokuzila nolokuzisola nolokukhuleka 1 Ngosuku lwamashumi amabili nane lwaleyo nyanga abantwana bakwa-Israyeli babuthana, bazila ukudla benezindwangu zamasaka nothuli phezu kwabo. 2 Inzalo ka-Israyeli yayizahlukanisa nabezizwe bonke, yayimi ivuma izono…

UNEHEMIYA 10

1 Abanamathelisa nampa: uNehemiya umbusi, indodana kaHakaliya, noSedekiya, 2 noSeraya, no-Azariya, noJeremiya, 3 noPhashuri, no-Amariya, noMalikhiya, 4 noHathushi, noShebaniya, noMaluki, 5 noHarimi, noMeremoti, no-Obadiya, 6 noDaniyeli, noGinethoni, noBaruki, 7 noMeshulamu,…