ULEVITIKUSI 11
Izilwane ezihlambulukileyo nezingcolileyo 1 UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni, wathi kubo: 2 “Yishoni kubantwana bakwa-Israyeli, nithi: ‘Yilokhu okuphilayo eningakudla kuzo zonke izilwane zasemhlabeni: 3 zonke ezahlukanisa inselo, nezidabula inselo kabili, nezetshisayo…