UJOSHUWA 21
Imizi engamashumi amane nesishiyagalombili yamaLevi 1 Kwasondela izinhloko zawoyise bamaLevi ku-Eleyazare umpristi, nakuJoshuwa indodana kaNuni, nakuzo izinhloko zawoyise bezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, 2 bakhuluma kubo eShilo ezweni laseKhanani, bathi: “UJehova wayala…