UJOSHUWA 11

Ukunqotshwa kwenyakatho yaseKhanani 1 Kwathi lapho uJabini inkosi yaseHasori ekuzwa lokho, wathumela kuJobabi inkosi yaseMadoni, nakuyo inkosi yaseShimroni, nakuyo inkosi yase-Akishafu, 2 nakuwo amakhosi angasenyakatho ezintabeni, nase-Araba ngaseningizimu kwaseKinereti, nasemathafeni,…

UJOSHUWA 12

Amagama amakhosi anqotshiweyo 1 Lawa angamakhosi ezwe anqotshwa ngabantwana bakwa-Israyeli, belidla izwe lawo ngaphesheya kweJordani ngasempumalanga, kusukela esigodini sase-Arinoni kuze kube sentabeni yaseHermoni, nalo lonke i-Araba ngasempumalanga: 2 uSihoni inkosi…

UJOSHUWA 13

UJehova uyamyala uJoshuwa ukwahlukanisa izwe 1 UJoshuwa wayesemdala eneminyaka eminingi; uJehova wathi kuye: “Usumdala uneminyaka eminingi, kepha kusasele izwe elikhulu kakhulu eliyakudliwa. 2 “Leli liyizwe elisasele: amazwe onke amaFilisti nawo…

UJOSHUWA 14

Izwe elingasentshonalanga kweJordani liyahlukaniswa 1 Lawa angamafa abawathathayo abantwana bakwa-Israyeli ezweni laseKhanani abababela wona u-Eleyazare umpristi, noJoshuwa indodana kaNuni, nezinhloko zawoyise bezizwe zabantwana bakwa-Israyeli, 2 ngenkatho yefa labo, njengalokho uJehova…

UJOSHUWA 15

Imikhawulo nemizi yesizwe sakwaJuda 1 Isabelo sesizwe sabantwana bakwaJuda ngemindeni yabo sasingasemkhawulweni wakwa-Edomi nasehlane laseSini ngaseningizimu, ngasekupheleni kweningizimu. 2 Umkhawulo wabo waseningizimu wasuka ekupheleni koLwandle Lukasawoti, ethekwini elibheka ngaseningizimu, 3…

UJOSHUWA 16

Isabelo sabantwana bakwaJosefa, ikakhulu esabakwa-Efrayimi 1 Isabelo sabantwana bakwaJosefa sasuka eJordani ngaseJeriko emanzini aseJeriko ngasempumalanga, ihlane elenyuka eJeriko ezintabeni ukuya eBethele; 2 saphuma eBethele, saya eLuze, sadlula saya emkhawulweni wama-Araki…

UJOSHUWA 17

Isabelo sakwaManase ngasentshonalanga kwaseJordani 1 Lesi siyisabelo sesizwe sakwaManase, ngokuba wayeyizibulo likaJosefa. UMakiri-ke, izibulo likaManase, uyise kaGileyadi, wathola elakwaGileyadi neBashani, lokhu eyindoda yempi. 2 Abanye abantwana bakwaManase babelwa nabo ngemindeni…

UJOSHUWA 18

Itende lokuhlangana 1 Yonke inhlangano yabantwana bakwa-Israyeli yabuthana eShilo, yamisa khona itende lokuhlangana; izwe lanqotshwa phambi kwabo. 2 Kwasala phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli izizwe eziyisikhombisa ezingakabelwa ifa lazo. 3 UJoshuwa wathi…

UJOSHUWA 19

Isabelo sesizwe sakwaSimeyoni 1 Inkatho yesibili yadla uSimeyoni, isizwe sabantwana bakwaSimeyoni ngemindeni yabo; ifa labo laliphakathi kwefa labantwana bakwaJuda. 2 Ifa labo laliyiBeri Sheba, neSheba, neMolada, 3 neHasari Shuwali, neBala,…

UJOSHUWA 20

Imizi eyisithupha yokuphephela 1 UJehova wakhuluma kuJoshuwa, wathi: 2 “Khuluma kubantwana bakwa-Israyeli ngokuthi: ‘Zimiseleni imizi yokuphephela engakhuluma ngayo kini ngesandla sikaMose 3 ukuba umbulali obulala umuntu ngesiphosiso kungengamabomu abalekele khona,…