UJOSHUWA 1

UJehova uyala uJoshuwa ukuwela iJordani 1 Kwathi emva kokufa kukaMose inceku kaJehova, uJehova wakhuluma kuJoshuwa indodana kaNuni, isikhonzi sikaMose, wathi: 2 “UMose inceku yami ufile; ngalokho suka uwele leli Jordani,…

UJOSHUWA 2

Izinhloli zithunywa eJeriko, zamukelwa nguRahabi 1 UJoshuwa indodana kaNuni wathuma ngasese eseShithimi amadoda amabili abe yizinhloli, wathi: “Hambani nibone izwe neJeriko.” Basuka, bafika endlini yesifebe esigama laso linguRahabi, balala khona….

UJOSHUWA 3

Ukuwela iJordani 1 UJoshuwa wavuka ekuseni kakhulu, basuka eShithimi, bafika eJordani, yena nabo bonke abantwana bakwa-Israyeli, balala khona ebusuku bengakaweli. 2 Kwathi emva kwezinsuku ezintathu izinduna zadabula phakathi kwekamu.* 3…

UJOSHUWA 4

Amatshe ezikhumbuzo eGiligali naseJordani 1 Kwathi lapho isizwe sonke sesiwele iJordani saphelela, uJehova wakhuluma kuJoshuwa, wathi: 2 “Zithatheleni amadoda ayishumi nambili, indoda ibenye ngesizwe, 3 niwayale nithi: ‘Zikhipheleni lapha phakathi…

UJOSHUWA 5

Abantwana bakwa-Israyeli 1 Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla,…

UJOSHUWA 6

Ukuchithwa kweJeriko 1 IJeriko lalivalile amasango alo ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli; kwakungaphumi muntu, kungangeni muntu. 2 UJehova wathi kuJoshuwa: “Bheka, nginikele esandleni sakho iJeriko, nenkosi yalo, namaqhawe anamandla. 3 Niyakuhaqa umuzi,…

UJOSHUWA 7

Icala lika Akani nesijeziso sakhe 1 Kepha abantwana bakwa-Israyeli beqa ngokuqalekisiweyo, lokhu u-Akani kaKarmi kaZabidi kaZera, owesizwe sakwaJuda, ethatha kukho okuqalekisiweyo; intukuthelo kaJehova yabavuthela abantwana bakwa-Israyeli. 2 UJoshuwa wathuma amadoda,…

UJOSHUWA 8

Ukuchithwa kwe-Ayi 1 UJehova wathi kuJoshuwa: “Ungesabi, ungabi naluvalo; suka nabo bonke abantu bempi, ukhuphuke uye e-Ayi; bheka, nginikele esandleni sakho inkosi yase-Ayi, nabantu bayo, nomuzi wayo, nezwe layo; 2…

UJOSHUWA 9

Ubuqili babaseGibeyoni 1 Kwathi lapho onke amakhosi ayengaphesheya kweJordani, ezintabeni, nasemathafeni, nasogwini lonke loLwandle Olukhulu olubhekene neLebanoni, amaHeti, nama-Amori, namaKhanani, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi, esezwa lokho, 2 abuthana ndawonye ukuba alwe…

UJOSHUWA 10

Amakhosi ayisihlanu anqotshwa ngaseGibeyoni 1 Kwathi lapho u-Adoni Sedeki inkosi yaseJerusalema esezwile ukuthi uJoshuwa uthathile i-Ayi, waliqeda nya njengalokho ebenzile kulo iJeriko nenkosi yalo, wayenze njalo kulo i-Ayi nenkosi yalo…