UJOBE 31

UJobe uqinisa ukuthi ukuhamba kwakhe kwakulungile njalo 1 “Ngenza isivumelwano namehlo ami: ngingabuka kanjani intombi na? 2 Ngokuba siyini isabelo ebesiyakuvela kuNkulunkulu phezulu, nefa likaSomandla ebeliyakuvela ekuphakameni, na? 3 Akusikho…

UJOBE 32

U-Elihu uyaqhamuka 1 Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukumphendula uJobe, ngokuba wayelungile emehlweni akhe. 2 Lwase luvutha ulaka luka-Elihu, indodana kaBarakeli, umBuzi womndeni kaRamu; ulaka lwakhe lwavuthela uJobe, ngokuba wazithetha yena…

UJOBE 33

U-Elihu ukhuza uJobe ngokusola kwakhe uNkulunkulu 1 “Kepha manje, Jobe mawuzwe amazwi ami, 2 Bheka-ke, sengivula umlomo wami; ulimi lwami lukhuluma emlonyeni wami. 3 Amazwi ami avela enhliziyweni yami eqotho;…

UJOBE 34

U-Elihu uvikela ukulunga kukaNkulunkulu 1 U-Elihu wathatha wathi: 2 “Yizwani amazwi ami, nina zihlakaniphi, nibeke indlebe kimi nina zazi. 3 Ngokuba indlebe iyavivinya amazwi, njengokuba ulwanga luzwa ukudla. 4 Masizikhethele…

UJOBE 35

U-Elihu uthi: UNkulunkulu umelwe ukufunwa ngokuthobeka 1 U-Elihu wathatha wathi: 2 “Usho uthi lokhu kulungile na? Uthi: ‘Yilungelo lami kuNkulunkulu yini,’ 3 njengokuba uthi: ‘Kungisiza ngani?’ nokuthi: ‘Ngizuzeni kunalokho ebengiyakukuzuza,…

UJOBE 36

U-Elihu uthi: UNkulunkulu ufuna kuphela ukuba isoni siphenduke 1 U-Elihu waqhubeka wathi: 2 “Ngihlalele kancane, ngiyakukubonisa, ngokuba ngisenamazwi okummela uNkulunkulu. 3 Ngiyakulanda kude ulwazi lwami, nginike uMenzi wami ukulunga. 4…

UJOBE 37

U-Elihu uthi: Ukuhlakanipha namandla kaNkulunkulu kukhonjwa ngokubusa kwakhe ukuduma nemvula 1 “Yebo, ngenxa yalokho iyathuthumela inhliziyo yami, isuke endaweni yayo. 2 Yizwani, nizwe indumo yezwi lakhe, nemvunge ephuma emlonyeni wakhe….

UJOBE 38

UJehova uyamphendula uJobe 1 UJehova wayesemphendula uJobe esesikhwishikhwishini, ethi: 2 “Ngubani lo owenza mnyama isiluleko ngamazwi angenalwazi na? 3 Bopha izinkalo zakho njengendoda; ngizakukubuza, wena ungazise. 4 Wawukuphi, lapho ngasekela…

UJOBE 39

Umusa kaNkulunkulu ubonakala naphakathi kwezilwane 1 “Uyazi yini isikhathi sokuzala kwamagogo, uqaphela ukuzala kwezindluzelekazi, na? 2 Ungazibala izinyanga eziziqedayo, uyasazi isikhathi ezizala ngaso, na? 3 Ziyakhonkobala, zizala amazinyane azo, zikhiphe…

UJOBE 40

UBehemoti 1 UJehova wayesemphendula uJobe, wathi: 2 “Osolayo uyakuphikisana noSomandla na? Omkhuza uNkulunkulu makaphendule.” 3 UJobe wamphendula uJehova, wathi: 4 “Bheka, angiyinto yalutho; ngingakuphendula ngokuthini na? Ngibeka isandla sami emlonyeni…