UJOBE 11
Inkulumo yokuqala kaSofari: ngokungazi kwakhe uJobe akaqondi ukuhlakanipha kukaNkulunkulu. Ngalokho makaphenduke 1 Wayesethatha uSofari waseNahama, wathi: 2 “Awayikuphendulwa amazwi amaningi kangaka na? Umuntu oliphoshophosho angathethelelwa na? 3 Ukugavuza kwakho kuthulisa…