UJOBE 1

Isimo sikaJobe; ukuhlupheka kwakhe nokubekezela kwakhe 1 Kwakukhona umuntu ezweni lase-Uzi ogama lakhe lalinguJobe; lowo muntu wayengenasici elungile, wayemesaba uNkulunkulu, wabalekela okubi. 2 Wazala amadodana ayisikhombisa namadodakazi amathathu. 3 Impahla…

UJOBE 2

UJobe uyalingwa futhi; ukubekezela kwakhe 1 Kwathi futhi ngelinye ilanga afika amadodana kaNkulunkulu, ema phambi kukaJehova; noSathane wafika phakathi kwawo ukuba eme phambi kukaJehova. 2 UJehova wathi kuSathane: “Uvelaphi na?”…

UJOBE 3

UJobe uqalekisa usuku lwakhe lokuzalwa; ufisa ukufa 1 Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe. 2 UJobe wathatha wathi: 3 “Makubhubhe usuku engazalwa ngalo, nobusuku obathi: ‘Ukhulelwe umntwana…

UJOBE 4

Inkulumo yokuqala ka-Elifazi; uNkulunkulu ulungile; akakho olungile phambi kukaNkulunkulu 1 Wayesethatha u-Elifazi, umThemani, wathi: 2 “Uma kulingwa ukukhulunywa kuwe, uyakukhathazeka na? Kepha ngubani ongazibamba, angakhulumi, na? 3 Bheka, uqondisile abaningi;…

UJOBE 5

Inkulumo yokuqala ka-Elifazi isaqhubeka: ukubhubha koyisiwula; ukuphakanyiswa kolungileyo 1 “Ake umemeze; ukhona okuphendulayo na? Uyakuphendukela kumuphi kwabangcwele na? 2 Ngokuba isiwula siyabulawa ngukukhathazeka, nomhawu uyachitha oyisiphukuphuku. 3 Mina ngibonile isiwula…

UJOBE 6

UJobe uphendula inkulumo yokuqala ka-Elifazi: ukusinda kwenhlupheko kaJobe; ubulukhuni babangane bakhe 1 Wayesephendula uJobe ethi: 2 “Sengathi ukuncokolozwa kwami ngabe kulinganiswe nokulinganiswa, inhlupheko yami ibekwe esilinganisweni kanyekanye. 3 Ngokuba manje…

UJOBE 7

UJobe ukhala kuNkulunkulu ngobunzima bokuhamba komuntu 1 “Umuntu akasempini yini emhlabeni, imihla yakhe ayinjengemihla yomqashwa na? 2 Njengenceku ekhefuzelela ithunzi, nanjengomqashwa obheka umvuzo wakhe, 3 kanjalo ngithole ifa lezinyanga zokubi;…

UJOBE 8

Inkulumo yokuqala kaBilidadi: isandla sikaNkulunkulu sishaya ababi; abalungileyo bayasindiswa 1 Wayesethatha uBilidadi umShuhi, wathi: 2 “Koze kube nini ukhuluma lezi zinto, amazwi akho abe ngumoya onamandla, na? 3 UNkulunkulu uhlanekezela…

UJOBE 9

UJobe uphendula inkulumo yokuqala kaBilidadi: uyahlushwa kungekho sizathu 1 Wayesephendula uJobe ethi: 2 “Ngeqiniso ngiyazi ukuthi kunjalo, kepha umuntu angaba elungile phambi kukaNkulunkulu na? 3 Uma efuna ukuthetha amacala naye,…

UJOBE 10

UJobe ukhala ngokuphathwa kwakhe kalukhuni 1 “Umphefumulo wami ukhathele ukuhamba kwami; ngiyazinikela ekukhaleni, ngikhulume ngomunyu womphefumulo wami. 2 Ngiyakusho kuNkulunkulu ukuthi: ‘Ungangilahli; ngazise ukuthi uphikisanelani nami na? 3 Kuhle yini…