UJEREMIYA 51

1 Usho kanje uJehova, uthi: “Ngiyakuvusela iBabele nabakhileyo eLebi Khamayi umoya womchithi. 2 Ngiyakuthuma abelayo eBabele, balele, balithulule, ngokuba ngosuku lobubi bayakuba kulo nxazonke. 3 Ocibishelayo uyakunsala umnsalo kogoba umnsalo…

UJEREMIYA 52

Ukuwa kweJerusalema 1 USedekiya wayeneminyaka engamashumi amabili nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nanye eJerusalema; igama likanina lalinguHamuthali indodakazi kaJeremiya waseLibina. 2 Wenza okubi emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo…