UHOSEYA 1

Umuzi kaHoseya ongumfanekiso wabantu bakwa-Israyeli 1 Izwi likaJehova elafika kuHoseya indodana kaBeri ezinsukwini zawo-Uziya, noJothamu, no-Ahazi, noHezekiya, amakhosi akwaJuda, nasezinsukwini zikaJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli. 2 Lapho uJehova eqala ukukhuluma…

UHOSEYA 2

Umfazi ongathembekile 1 “Bese nibiza abafowenu ngokuthi u-Ami, nawodadewenu ngokuthi uRuhama. 2 “Phikisanani nonyoko, niphikisane, ngokuba akasiye umkami, nami angisiyo indoda yakhe; makasuse ubufebe bakhe ebusweni bakhe, nokuphinga kwakhe phakathi…

UHOSEYA 3

1 UJehova wathi kimi: “Hamba futhi, umthande owesifazane othandwa ngumngane wakhe, eyisiphingikazi, njengalokhu uJehova ethanda abantwana bakwa-Israyeli, noma bephendukela kwabanye onkulunkulu, bethanda izigaxa zezithelo zomvini ezomileyo.” 2 Ngase ngizithengela yena…

UHOSEYA 4

Ukusolwa kwabantu bakwa-Israyeli 1 Yizwani izwi likaJehova nina bantwana bakwa-Israyeli, ngokuba uJehova unokuphikisana nabakhileyo ezweni, lokhu kungekho qiniso, namusa, nakumazi uNkulunkulu ezweni. 2 “Kukhona ukufunga nokuqamba amanga, nokubulala, nokweba, nokuphinga;…

UHOSEYA 5

Ukukhohlisa kuka-Israyeli 1 “Yizwani lokhu nina bapristi, nilalele nina ndlu ka-Israyeli, nibeke indlebe nina ndlu yenkosi, ngokuba ukwahlulela kukinina, lokhu nanilugibe eMispa nenetha elenekwe eThabori. 2 Abahlubuki bashone phansi ngokuhlaba…

UHOSEYA 6

Abakwa-Israyeli bayabizwa ukuba baphenduke 1 “Wozani sibuyele kuJehova, ngokuba yena usidwengulile; uyakusiphulukisa; usishayile, uyakusibopha. 2 Uyakusiphilisa ngezinsuku ezimbili, asivuse ngosuku lwesithathu, siphile phambi kwakhe. 3 Masimazi, sijonge ukumazi uJehova; ukuphuma…

UHOSEYA 7

Ukungazisoli kuka-Israyeli 1 “Lapho bengiyakumphulukisa u-Israyeli, bambulelwa ububi buka-Efrayimi nokubi kweSamariya, ngokuba benza inkohliso, amasela ayafohla, nabaphangi baphanga ngaphandle. 2 Abacabangi ezinhliziyweni zabo ukuthi ngiyakhumbula konke okubi kwabo; sebezungeziwe yizenzo…

UHOSEYA 8

Ukuhlwanyela umoya nokuvuna isivunguvungu 1 “Beka icilongo emlonyeni wakho; onjengokhozi wehlela indlu kaJehova; ngokuba beqile isivumelwano sami, baphambuka emthethweni wami. 2 Bakhala kimi ngokuthi: ‘Nkulunkulu wethu, thina Israyeli siyakwazi.’ 3…

UHOSEYA 9

Isiprofetho ngokuthunjwa 1 Ungajabuli, Israyeli, kube ngukuthokoza njengokwabezizwe, ngokuba umukile kuNkulunkulu wakho ngokufeba, wathanda inkokhelo kuzo zonke izibuya zamabele. 2 Isibuya nesikhamo sewayini akuyikubafunza, iwayini elisha liyakumkhohlisa. 3 Abayikuhlala ezweni…

UHOSEYA 10

Isijeziso ngokungathembeki kuka-Israyeli 1 U-Israyeli wayengumvini owenabileyo, ngokobuningi bezithelo zakhe wandisa ama-altare akhe; ngokobuhle bezwe lakhe wenza izinsuku ezinhle. 2 Inhliziyo yabo yayahlukene; uyakuwaphula ama-altare abo, achithe izinsika zabo. 3…