UHABAKUKI 1
UHabakuki ukhala kuNkulunkulu 1 Isiprofetho owasibonayo uHabakuki umprofethi. 2 Ngiyakukuncenga kuze kube nini, Jehova, ungezwa, ngikhala ngendluzula, ungasindisi, na? 3 Ungiboniselani ububi, ungibhekise ukukhathazeka na? Ngokuba ukuchitheka nendluzula kuphambi kwami;…