UGENESISE 41

Amaphupho kaFaro 1 Kwathi ngasekupheleni kweminyaka emibili waphupha uFaro; bheka, wayemi ngasemfuleni. 2 Bheka, kwakhuphuka emfuleni izithole eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni. 3 Nazo ezinye izithole eziyisikhombisa zenyuka emfuleni…

UGENESISE 42

Uhambo lokuqala lwabafowabo bakaJosefa beya eGibithe 1 UJakobe esezwile ukuthi kukhona amabele eGibithe, uJakobe wathi emadodaneni akhe: “Nibukanelani na?” 2 Wathi: “Bhekani, ngizwile ukuthi kukhona amabele eGibithe; yehlani, niye lapho,…

UGENESISE 43

Uhambo lwesibili lwabafowabo bakaJosefa beya eGibithe 1 Indlala yayinzima ezweni. 2 Kwathi sebeqedile amabele ababewathengile eGibithe, uyise wathi kubo: “Buyelani, nisithengele ukudlana.” 3 UJuda wakhuluma kuye, wathi: “Lowo muntu wagoma…

UGENESISE 44

UJosefa uyavivinya abafowabo 1 Wayala inceku yendlu yakhe, wathi: “Gcwalisa amasaka alawa madoda ngokudla okulingene namandla abo okuthwala, ufake imali yalowo nalowo emlonyeni wesaka lakhe. 2 Ufake indebe yami, indebe…

UGENESISE 45

UJosefa uyaziveza kubafowabo 1 Khona uJosefa wayengasenakuzibamba phambi kwabo bonke ababemi naye, wakhala wathi: “Phumisani kimi abantu bonke.” Kwakungemi muntu naye, uJosefa esazazisa kubafowabo. 2 Wayesephakamisa izwi ngokukhala, abaseGibithe bakuzwa,…

UGENESISE 46

UJakobe uya eGibithe 1 U-Israyeli wasuka nakho konke okwakhe, wafika eBeri Sheba, wanikela iminikelo kuNkulunkulu kayise u-Isaka. 2 UNkulunkulu wakhuluma ku-Israyeli ngemibono yasebusuku, wathi: “Jakobe, Jakobe!” Wathi: “Ngilapha.” 3 Wayesethi:…

UGENESISE 47

UJakobe ephambi kukaFaro 1 UJosefa wayesengena, wamtshela uFaro, wathi: “Ufikile ubaba nabafowethu, nezimvu zabo, nezinkomo zabo, nakho konke abanakho, bephuma ezweni laseKhanani; bheka, sebesezweni laseGosheni.” 2 Phakathi kwabafowabo wathatha amadoda…

UGENESISE 48

UJakobe ubusisa uJosefa namadodana akhe 1 Kwathi emva kwalezo zinto kwathiwa kuJosefa: “Bheka, uyihlo uyagula.” Wayesethatha amadodana akhe omabili, oManase no-Efrayimi. 2 Kwase kushiwo kuJakobe ukuthi: “Bheka, indodana yakho uJosefa…

UGENESISE 49

UJakobe ubusisa amadodana akhe 1 UJakobe wabiza amadodana akhe, wathi: “Buthanani, nginitshele okuzakunehlela ezinsukwini ezizayo. 2 “Qoqanani, nizwe, nina madodana kaJakobe, nimlalele u-Israyeli uyihlo. 3 “Rubeni, uyizibulo lami wena, amandla…

UGENESISE 50

Ukumbelwa kukaJakobe 1 UJosefa wawa ebusweni bukayise, wakhala phezu kwakhe, wamanga. 2 UJosefa wayala izinceku zakhe izinyanga ukuba zimgqumise uyise ngemithi; izinyanga zamgqumisa-ke u-Israyeli ngemithi. 3 Zaphelela izinsuku zakhe ezingamashumi…