UGENESISE 21

Ukuzalwa kuka-Isaka 1 UJehova wamhambela uSara njengokusho kwakhe; UJehova wenza kuSara njengalokho ekhulumile. 2 USara wakhulelwa, wamzalela u-Abrahama indodana esemdala kuleyo nkathi uNkulunkulu abeyishilo kuye. 3 U-Abrahama waqamba igama lendodana…

UGENESISE 22

Ukuyalezwa kuka-Abrahama kokunikela ngo-Isaka 1 Kwathi emva kwalezo zinto uNkulunkulu wamvinvinya u-Abrahama, wathi kuye: “Abrahama!” Yena wathi: “Ngilapha.” 2 Wayesethi: “Thatha manje indodana yakho eyodwa oyithandayo, u-Isaka, uye ezweni laseMoriya,…

UGENESISE 23

Ukufa kukaSara 1 Ukuhamba kukaSara kwaba yiminyaka eyikhulu namashumi amabili nesikhombisa; yileyo iminyaka yokuhamba kukaSara. 2 USara wafela eKiriyati Araba okuyiHebroni ezweni laseKhanani; u-Abrahama wafika ukumlilela uSara nokumkhalela. U-Abrahama uthenga…

UGENESISE 24

U-Isaka uganwa nguRebeka 1 U-Abrahama wayesemdala, eseneminyaka eminingi; uJehova wayembusisile u-Abrahama kukho konke. 2 Wayesethi u-Abrahama encekwini enkulu yendlu yakhe eyayibusa konke anakho: “Beka isandla sakho phansi kwethanga lami. 3…

UGENESISE 25

Amadodana ka-Abrahama kuKetura.Ukufa kuka-Abrahama 1 U-Abrahama waphinda wathatha umfazi ogama lakhe linguKetura. 2 Wamzalela oZimrani, noJokishani, noMedani, noMidiyani, no-Ishibaki, noShuwa. 3 UJokishani wazala oSheba noDedani. Amadodana kaDedani ayengama-Ashuri, namaLetushi, namaLewumi….

UGENESISE 26

U-Isaka eseGerari naseBeri Sheba 1 Kwaba khona indlala ezweni ngaphandle kwendlala yokuqala eyayikhona emihleni ka-Abrahama; u-Isaka waya eGerari ku-Abimeleki inkosi yamaFilisti. 2 UJehova wabonakala kuye, wathi: “Ungehleli eGibithe; hlala ezweni…

UGENESISE 27

UJakobe uyazitholela ngenkohliso isibusiso sikayise 1 Kwathi u-Isaka esemdala namehlo akhe efiphele engasaboni, wabiza u-Esawu indodana yakhe enkulu, wathi kuye: “Ndodana yami!” Wathi kuye: “Ngilapha.” 2 Wayesethi: “Bheka, sengimdala, angilwazi…

UGENESISE 28

UJakobe uyabalekela ezihlotsheni zaseHarana 1 U-Isaka wambiza uJakobe, wambusisa, wamyala, wathi kuye: “Awuyikuthatha umfazi kuwo amadodakazi aseKhanani. 2 Vuka uye ePhadani Aramu endlini kaBetuweli uyise kanyoko, uzithathele khona umfazi kuwo…

UGENESISE 29

UJakobe engasemthonjeni waseHarana 1 Wayesesuka uJakobe, waya ezweni labantu basempumalanga. 2 Wabheka, nanko umthombo endle, nemihlambi emithathu yezimvu ilele ngakuwo, ngokuba kulowo mthombo babephuzisa imihlambi; itshe elalisemlonyeni womthombo lalilikhulu kakhulu….

UGENESISE 30

Abanye abantwana bakaJakobe nemfuyo yakhe 1 URaheli esebonile ukuthi wayengamzaleli uJakobe abantwana, uRaheli waba nomhawu ngodadewabo, wathi kuJakobe: “Ngiphe abantwana, funa ngife.” 2 Intukuthelo kaJakobe yayisivuthela uRaheli, wathi: “Ngisesikhundleni sikaNkulunkulu…