UGENESISE 1
Ukudalwa 1 Ekuqaleni uNkulunkulu wadala izulu nomhlaba. 2 Umhlaba wawuyihlane elingenalutho; kwakungubumnyama phezu kotwa, kepha uMoya kaNkulunkulu wehla wenyuka phezu kwamanzi. 3 UNkulunkulu wathi: “Makube khona ukukhanya,” kwaba khona ukukhanya….