UDUTERONOMI 31

Isinqumo sokuba uJoshuwa athathe isikhundla sikaMose 1 UMose waya ukukhuluma lawa mazwi kubo bonke abakwa-Israyeli, 2 wathi kubo: “Ngineminyaka eyikhulu namashumi amabili namuhla; angisenamandla okuphuma nokungena; uJehova ushilo kimi ukuthi:…

UDUTERONOMI 32

Ihubo lokuvalelisa kukaMose 1 “Bekani indlebe nina mazulu, ngiyakukhuluma; umhlaba mawuzwe amazwi omlomo wami. 2 Imfundiso yami iyakuconsa njengemvula, inkulumo yami ichiche njengamazolo, njengomkhizo ohlazeni, nanjengezihlambi etshanini, 3 ngokuba ngiyakumemezela…

UDUTERONOMI 33

UMose ubusisa izizwe zakwa-Israyeli 1 Nasi isibusiso uMose, umuntu kaNkulunkulu, abusisa ngaso abantwana bakwa-Israyeli, engakafi; wathi: 2 “UJehova wavela eSinayi, wabaphumela evela eSeyiri, wanyampuza entabeni yasePharanu, weza ephuma ezigidini zendawo…

UDUTERONOMI 34

Ukufa kukaMose 1 UMose wakhuphuka emathafeni akwaMowabi, waya entabeni yaseNebo esiqongweni sasePisiga esimalungana neJeriko. UJehova wamtshengisa izwe lonke lakwaGileyadi kwaze kwaba kwaDani, 2 noNafetali wonke, nezwe lakwa-Efrayimi, nelakwaManase, nezwe lonke…