U-ISAYA 11
Ihlumela likaJese 1 Kuyakuvela ihlumela esiqwini sikaJese, kuphume igatsha ezimpandeni zakhe. 2 UMoya kaJehova uyakuhlala phezu kwakhe, umoya wokuhlakanipha nowokuqonda, umoya wamasu nowamandla, umoya wokwazi nowokumesaba uJehova. 3 Intokozo yakhe…