U-EKSODUSI 21

1 “Yilezi izahlulelo ozakuzimisa phambi kwabo. 2 “Uma uthenga isigqila esingumHeberu, siyakusebenza iminyaka eyisithupha; ngowesikhombisa siyakuphuma sikhululekile ngesihle. 3 Uma singena sisodwa, siyakuphuma sisodwa; uma siganiwe, umkaso uyakuphuma naso. 4…

U-EKSODUSI 22

Imithetho yempahla eyebiweyo neyenikezwe ukulondolozwa 1 “Uma umuntu eba inkabi noma imvu, ayihlabe, noma athengise ngayo, uyakukhokha inkabi ngezinkabi eziyisihlanu, nemvu ngezimvu ezine. 2 “Uma isela lificwa lisafohla, lishaywe lize…

U-EKSODUSI 23

Imithetho yokulunga neyobumnene 1 “Awuyikuthutha indaba yamanga, ungafaki isandla sakho kubo ababi, ube ngufakazi wamanga. 2 “Awuyikulandela umbimbi ukuyokwenza okubi, ungafakazi ecaleni ngokulandela umbimbi, uphendukezele isahlulelo; 3 nompofu awuyikumvuna ecaleni…

U-EKSODUSI 24

Ukumiswa kwesivumelwano 1 Wathi kuMose: “Khuphukela kuJehova, wena no-Aroni, noNadabi, no-Abihu, namalunga angamashumi ayisikhombisa akwa-Israyeli, nikhuleke nikude. 2 UMose yedwa uyakusondela kuJehova, kepha bona abayikusondela; nabantu abayikukhuphuka naye.” 3 UMose…

U-EKSODUSI 25

Umthetho wokunikelela itabernakele* 1 UJehova wayesekhuluma kuMose ethi: 2 “Yisho kubantwana bakwa-Israyeli ukuba bangithabathele umnikelo; kubo bonke abantu abanhliziyo zabo zivuma anothabatha umnikelo wami. 3 Yilo umnikelo eniyakuwuthabatha kubo: igolide,…

U-EKSODUSI 26

Itabernakele* 1 “Wolenza itabernakele* ngezilenge eziyishumi; zona wozenza ngelineni elicolekileyo lemicu ephothiweyo nangokuluhlaza nangokububende nangokubomvu, zibe namakherubi,* kube ngumsebenzi wengcweti. 2 Ubude besilenge sinye bube yizingalo ezingamashumi amabili nesishiyagalombili, ububanzi…

U-EKSODUSI 27

I-altare leminikelo yokushiswa 1 “Wolenza i-altare ngomuthi womtholo, ubude balo bube yizingalo eziyisihlanu, ububanzi balo bube yizingalo eziyisihlanu, i-altare lilingane izinhlangothi zozine; ukuphakama kwalo kube yizingalo ezintathu. 2 Uyakwenza izimpondo…

U-EKSODUSI 28

Isambatho sika-Aroni nesamadodana akhe 1 “Sondeza kuwe u-Aroni umfowenu namadodana akhe phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli ukuba bangikhonze esikhundleni sobupristi, o-Aroni, noNadabi, no-Abihu, no-Eleyazare, no-Itamari, amadodana ka-Aroni. 2 Umenzele u-Aroni umfowenu izambatho…

U-EKSODUSI 29

Imithetho yokumisa abapristi 1 “Yilokhu oyakukwenza kubo ukubahlukanisa ukuba bangikhonze esikhundleni sobupristi: thabatha iduna nezinqama ezimbili ezingenasici, 2 nesinkwa esingenamvubelo, namaqebelengwane angenamvubelo, agcotshwe ngamafutha; ukwenze ngempuphu ecolekileyo kakolweni. 3 Uyakukufaka…

U-EKSODUSI 30

Imithetho ye-altare lokushisa impepho 1 “Uyakwenza i-altare lokushisa impepho, ulenze ngomuthi womtholo. 2 Ubude balo bube yingalo, nobubanzi balo bube yingalo, libe nezinhlangothi ezine ezilingeneyo; ukuphakama kwalo kube yizingalo ezimbili,…