U-EKSODUSI 11

Inhlupheko yeshumi: ukufa kwamazibulo 1 UJehova wayesethi kuMose: “Ngisezakuletha inhlupheko eyodwa kuFaro nakulo iGibithe; ngasemuva uyakunivumela ukuba nisuke lapha; yebo, nxa eniyeka ukuba nihambe, uzakunixosha nokunixosha lapha. 2 Khuluma manje…

U-EKSODUSI 12

Ukumiswa komkhosi wephasika 1 UJehova wayesekhuluma kuMose naku-Aroni ezweni laseGibithe, ethi: 2 “Le nyanga iyakuba kini inhloko yezinyanga, ibe yinyanga yokuqala emnyakeni kini. 3 Khulumani kuyo inhlangano yonke yakwa-Israyeli, nithi:…

U-EKSODUSI 13

Amazibulo ayahlukaniselwa uJehova 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Ngahlukanisele onke amazibulo, konke okuvula isizalo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, kubantu nasezinkomeni; kungokwami.” 3 UMose wayesethi kubantu: “Khumbulani lolu suku eniphume ngalo…

U-EKSODUSI 14

Ukubhubha kwabaseGibithe eLwandle Olubomvu 1 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: 2 “Yisho kwabakwa-Israyeli ukuba babuyele emuva, bamise ngaphambi kwePhi Hahiroti, ngaphakathi kweMigidoli nolwandle, phambi kweBali Sefoni; anomisa ngaselwandle, nibhekane nalo. 3…

U-EKSODUSI 15

Ihubo lokudumisa kuka-Israyeli 1 Base behlabelela uMose nabantwana bakwa-Israyeli leli gama, bekhuluma bethi: “Ngizakuhlabelela kuJehova, ngokuba uphakeme kakhulu; ihhashi nenkweli yalo ukuphonse elwandle. 2 UJehova ungamandla ami nehubo lami; waba…

U-EKSODUSI 16

Ukukhonona kwabakwa-Israyeli ehlane laseSini 1 Basuka e-Elimi; ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli lafika ehlane laseSini eliphakathi kwe-Elimi neSinayi ngosuku lweshumi nanhlanu lwenyanga yesibili emva kokuphuma ezweni laseGibithe. 2 Lonke ibandla labantwana…

U-EKSODUSI 17

Abantu bakhonona eMasa 1 Ibandla lonke labantwana bakwa-Israyeli lasuka ehlane laseSini, bahamba ngamabanga njengesiyalo sikaJehova, bamisa eRefidimi; kwakungekho manzi okuba abantu baphuze. 2 Ngalokho abantu baphikisana noMose, bathi: “Siphe amanzi,…

U-EKSODUSI 18

UJetiro uyahambela uMose 1 UJetiro umpristi wakwaMidiyani, umukhwe kaMose, wezwa konke uNkulunkulu abenzele khona oMose no-Israyeli abantu bakhe, ukuthi uJehova wayemkhiphile u-Israyeli eGibithe. 2 UJetiro umukhwe kaMose wathatha uSipora umkaMose,…

U-EKSODUSI 19

Ukufika eSinayi 1 Ngenyanga yesithathu emva kokuphuma kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngalona lolo suku, bafika ehlane laseSinayi. 2 Sebesukile eRefidimi, befike ehlane laseSinayi, bamisa ehlane; u-Israyeli wahlala khona phambi kwentaba….

U-EKSODUSI 20

Imiyalelo eyishumi 1 UNkulunkulu wakhuluma onke lawa mazwi, wathi: 2 “NginguJehova uNkulunkulu wakho owakukhipha ezweni laseGibithe, indlu yobugqila. 3 “Ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami. 4 “Ungazenzeli izithombe ezibaziweyo, namfanekiso wokusezulwini…