U-EKSODUSI 1

1 Lawa angamagama amadodana ka-Israyeli afika eGibithe noJakobe; yileyo naleyo yafika nomuzi wayo: 2 ngoRubeni, noSimeyoni, noLevi, noJuda, 3 no-Isakare, noZebuloni, noBenjamini, 4 noDani, noNafetali, noGadi, no-Asheri. 5 Bonke abantu…

U-EKSODUSI 2

Ukuzalwa nokukhuliswa kukaMose 1 Kwasuka umuntu wendlu kaLevi, wathatha indodakazi kaLevi. 2 Wakhulelwa lowo mfazi, wazala indodana; esebonile ukuthi inhle, wayithukusa izinyanga ezintathu. 3 Engasenakuyithukusa wayithathela ibhokisi lebungu, walihuqa ngebitume*…

U-EKSODUSI 3

UNkulunkulu uzibonakalisa esihlahleni esivuthayo 1 UMose wayalusa izimvu zikaJetiro umukhwe wakhe, umpristi wakwaMidiyani; waziqhuba izimvu, waya ngaphambili kwehlane, waze wafika entabeni kaNkulunkulu iHorebe. 2 Kwabonakala kuye ingelosi kaJehova elangabini lomlilo…

U-EKSODUSI 4

UMose uphiwa amandla okwenza izimangaliso 1 UMose waphendula wathi: “Kepha bheka, abayikukholwa yimi, bangalaleli izwi lami, ngokuba bayakusho ukuthi: ‘UJehova akabonakalanga kuwe.’ ” 2 Wayesethi kuye uJehova: “Kuyini lokhu okusesandleni…

U-EKSODUSI 5

OMose no-Aroni bephambi kukaFaro 1 Ngasemuva oMose no-Aroni bafika, bathi kuFaro: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Bavumele abantu bami ukuba bahambe, bangenzele umkhosi ehlane.’ ” 2 Wathi uFaro: “Ngubani…

U-EKSODUSI 6

Isithembiso sikaMose siyaphindwa 1 UJehova wathi kuMose: “Manje usuzakubona lokho engiyakukwenza kuFaro, ngokuba ngenxa yesandla esiqinileyo uyakubayeka ukuba bahambe, nangenxa yesandla esinamandla uyakubaxosha ezweni lakhe.” 2 UNkulunkulu wakhuluma kuMose, wathi…

U-EKSODUSI 7

Isimangaliso senduku kaMose 1 UJehova wathi kuMose: “Bheka, ngikwenze ube njengonkulunkulu kuFaro; u-Aroni umfowenu uyakuba ngumprofethi wakho. 2 Wena uyakukhuluma konke engikuyala ngakho; u-Aroni umfowenu uyakukhuluma kuFaro ukuba abavumele abantwana…

U-EKSODUSI 8

Inhlupheko yesibili: amasele 1 UJehova wayesethi kuMose: “Ngena kuFaro, uthi kuye: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Bavumele abantu bami ukuba bahambe, bangikhonze. 2 Uma wenqaba ukuba basuke, bheka, mina ngiyakushaya izwe…

U-EKSODUSI 9

Inhlupheko yesihlanu: isifo sezinkomo 1 UJehova wayesethi kuMose: “Ngena kuFaro, umtshele ukuthi: ‘Usho kanje uJehova, uNkulunkulu wamaHeberu, uthi: Bavumele abantu bami ukuba bahambe, bangikhonze. 2 Ngokuba uma wenqaba ukuba bahambe…

U-EKSODUSI 10

Inhlupheko yesishiyagalombili: isikhonyane 1 UJehova wayesethi kuMose: “Ngena kuFaro, ngokuba ngenze lukhuni inhliziyo yakhe nenhliziyo yezinceku zakhe ukuba ngizenze lezi zibonakaliso zami phakathi kwabo, 2 ukuze utshele indodana yakho ezindlebeni…