NGOKUKAMATHEWU 11
1 Kwathi ukuba uJesu aqede ukuyala abafundi bakhe abayishumi nambili, wamuka lapho ukuyofundisa nokushumayela emizini yabo. Ukufakaza kukaJesu kubafundi bakaJohane nakubantu 2 Kwathi-ke uJohane esetilongweni, ezwile ngemisebenzi kaKristu, wathumela ngabafundi…