NGOKUKAMARKU 11

UJesu ungena eJerusalema 1 Kwathi ukuba basondele eJerusalema, naseBetfage, naseBethaniya ngaseNtabeni Yeminqumo, wathuma ababili kubafundi bakhe, 2 wathi kubo: “Hambani niye emzaneni obhekene nani; kothi nisangena kuwo, nizakufumana ithole lembongolo…

NGOKUKAMARKU 12

Umfanekiso wabalimi besivini 1 Wayeseqala ukukhuluma kubo ngemifanekiso, ethi: “Umuntu watshala isivini, wasibiyela ngothango, wemba isikhamo, wakha isiqongo sokulinda, wasiqashisa kubalimi, waya kwelinye izwe. 2 Ngenkathi efaneleyo wayesethuma inceku kubalimi…

NGOKUKAMARKU 13

Ukuchithwa kweJerusalema nokufika kweNdodana yomuntu 1 Kuthe ephuma ethempelini, omunye wabafundi bakhe wathi kuye: “Mfundisi, bheka amatshe anjani nezakhiwo ezinjani!” 2 UJesu wathi kuye: “Uyabona lezi zakhiwo ezinkulu na? Akuyikushiywa…

NGOKUKAMARKU 14

Jesu ugcotshwa eBethaniya 1 Emva kwezinsuku ezimbili kwaba khona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna isu lokumbamba ngobuqili, bambulale. 2 Ngakho bathi: “Makungabi ngomkhosi, kungaze kube khona isiyaluyalu…

NGOKUKAMARKU 15

UJesu ephambi kukaPilatu 1 Kwathi masinyane ekuseni abapristi abakhulu namalunga nababhali nomphakathi wonke benza icebo, bambopha uJesu, bamqhuba, bamnikela kuPilatu. 2 UPilatu wambuza wathi: “Wena uyinkosi yabaJuda na?” Waphendula, wathi…

NGOKUKAMARKU 16

Ukuvuka kukaJesu 1 Selidlulile isabatha, oMariya Magdalena, noMariya unina kaJakobe, noSalome bathenga amakha ukuba beze bamgcobe. 2 Ekuseni kakhulu ngosuku lokuqala lweviki beza ethuneni ekuphumeni kwelanga. 3 Bakhuluma bodwa, bathi:…