NGOKUKAMARKU 1

Ukufika kukaJesu Kristu kuyamenyezelwa nguJohane uMbhapathizi 1 Ukuqala kwevangeli likaJesu Kristu, iNdodana kaNkulunkulu. 2 Njengokulotshwe kumprofethi u-Isaya ukuthi: “Bheka, ngiyasithuma isithunywa sami phambi kwakho esiyakulungisa indlela yakho,” — 3 “izwi…

NGOKUKAMARKU 2

UJesu uphilisa umuntu ofe uhlangothi. Ukubizwa kukaLevi 1 Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini. 2 Kwase kubuthana abaningi, akwabe kusabakho ndawo nangasemnyango; wakhuluma izwi kubo. 3 Beza…

NGOKUKAMARKU 3

UJesu uphilisa ngesabatha 1 Khona wabuye wangena esinagogeni.* Kwakukhona lapho umuntu onesandla esishwabeneyo. 2 Bamqaphela ukuba uzakumphilisa yini ngesabatha, ukuze bambeke icala. 3 Wathi kumuntu onesandla esishwabeneyo: “Sukuma, ume phakathi.”…

NGOKUKAMARKU 4

Umfanekiso womhlwanyeli nowembewu ezimilelayo noweyesinaphi 1 Khona wabuye waqala ukufundisa ngaselwandle. Kwabuthana kuye isixuku esikhulu kakhulu, waze wangena emkhunjini, wahlala elwandle; isixuku sonke sasisemhlabathini ngaselwandle. 2 Wabafundisa okuningi ngemifanekiso; wathi…

NGOKUKAMARKU 5

Ukukhishwa kwamademoni 1 Base befika phesheya kolwandle ezweni lamaGerasa. 2 Esephume emkhunjini, kwahlangana naye masinyane umuntu ovela emathuneni, enomoya ongcolileyo. 3 Wayehlala emathuneni, kungasekho muntu ongambopha nangeketanga; 4 ngokuba wayeseboshwe…

NGOKUKAMARKU 6

UJesu udelelwa ngabaseNazaretha 1 Khona wamuka lapho, waya ezweni lakubo; abafundi bakhe bamlandela. 2 Sekufikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni.* Abaningi abamuzwayo bamangala bathi: “Lo ukuthathaphi lokhu na? Ukuhlakanipha kuni akunikiwe…

NGOKUKAMARKU 7

AbaFarisi nababhali basolwa ngenxa yezimiso zabo 1 Kwabuthana kuye abaFarisi nabanye bababhali bevela eJerusalema. 2 Sebebonile ukuthi abanye babafundi bakhe badla izinkwa ngezandla ezimbi okungukuthi ezingahlanjiwe — 3 ngokuba abaFarisi…

NGOKUKAMARKU 8

UJesu usuthisa amadoda ayizinkulungwane ezine 1 Ngalezo zinsuku sekukhona futhi isixuku esikhulu singenakudla, wabiza abafundi bakhe, wathi kubo: 2 “Ngiyasihawukela isixuku, ngokuba sekuyizinsuku ezintathu sihlezi kimi, singenanto yokudla. 3 Uma…

NGOKUKAMARKU 9

1 Wayesethi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Bakhona abanye kwabemi lapha abangayikuzwa ngempela ukufa, baze babone umbuso kaNkulunkulu ufikile ngamandla.” Ukukhazimuliswa kukaJesu entabeni 2 Emva kwezinsuku eziyisithupha uJesu wathatha oPetru, noJakobe,…

NGOKUKAMARKU 10

Ukuhlalisana kwabaganeneyo 1 Wasuka lapho, weza emikhawulweni yaseJudiya nangaphesheya kweJordani; izixuku zabuye zabuthana kuye, waphinda wabafundisa abantu njengokujwayela kwakhe. 2 Kwase kusondela kuye abaFarisi, bambuza ukuthi kuvunyelwe yini ukuba indoda…