NGOKUKALUKA 21

Umnikelo womfelokazi 1 Kwathi ebheka, wabona abacebileyo bebeka iminikelo yabo emphongolweni womnikelo. 2 Wabona nomfelokazi othile ompofu ebeka khona amafadingi* amabili; 3 wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubeke…

NGOKUKALUKA 22

Iwundlu lePhasika 1 Kwasondela umkhosi wesinkwa esingenamvubelo othiwa iPhasika. 2 Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuba bangambulala kanjani; ngokuba babesaba abantu. Umvuzo wokumkhaphela uJesu 3 Kepha uSathane wangena kuJuda othiwa u-Iskariyothe…

NGOKUKALUKA 23

UJesu ephambi kukaPilatu noHerode 1 Kwase kusuka uquqaba lonke, lwamyisa kuPilatu. 2 Baqala ukumthwesa icala, bathi: “Simfumene lo edukisa isizwe sakithi, enqaba ukuba kuthelwe imali kuKesari, ethi nguye onguKristu inkosi.”…

NGOKUKALUKA 24

Ukuvuka kukaJesu 1 Kepha ngosuku lokuqala lweviki, kuntwela ngenzansi, bafika ethuneni bephethe amakha ababewalungisile. 2 Bafumana itshe ligingqiwe ethuneni. 3 Kuthe bengena, abasifumananga isidumbu seNkosi uJesu. 4 Kwathi besasambathekile yilokho,…