NGOKUKALUKA 1

Isingeniso 1 Njengokuba abaningi sebezamile ukulanda ngokuhlelekile ngalezo zindaba ezigcwaliseke phakathi kwethu, 2 njengalokho basinika zona labo ababekhona kwasekuqaleni, bezibonela ngamehlo, beyizikhonzi zezwi, 3 kwasengathi kuhle nakimina, lokhu ngizihlolisisile zonke…

NGOKUKALUKA 2

Ukuzalwa kukaJesu nokusokwa kwakhe 1 Kwathi ngalezo zinsuku kwaphuma isimemezelo kuKesari Awugustu sokuba kubalwe izwe lonke. 2 Lokhu kubalwa kokuqala kwenziwa uKhureniyu engumbusi waseSiriya. 3 Bonke baya kubalwa, yilowo nalowo…

NGOKUKALUKA 3

Umsebenzi kaJohane uMbhapathizi. Ukubhapathizwa kukaJesu 1 Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, uHerode engumtetrarki* waseGalile, uFiliphu umfowabo engumtetrarki wezwe lase-Itureya nelaseTrakhoniti, uLisaniya engumtetrarki wase-Abilene, 2…

NGOKUKALUKA 4

Ukulingwa kukaJesu 1 UJesu egcwele uMoya oNgcwele wabuya eJordani, waholekela ngoMoya ehlane, 2 elingwa nguSathane izinsuku ezingamashumi amane. Akadlanga lutho kulezo zinsuku; seziphelile, walamba. 3 Wayesethi kuye uSathane: “Uma uyiNdodana…

NGOKUKALUKA 5

Ukubizwa kukaPetru nababe naye 1 Kwathi isixuku simbunganyela ukuba sizwe izwi likaNkulunkulu, wayemi ngaselwandle lwaseGenesaretha, 2 wabona imikhumbi emibili imi ngaselwandle; abadobi babephumile kuyo behlanza amanetha. 3 Esengene komunye wemikhumbi…

NGOKUKALUKA 6

UJesu uchachisa umyalelo wesabatha 1 Kwathi ngesabatha wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla bezihlikihla ngezandla. 2 Kepha abathile babaFarisi bathi: “Nenzelani lokho okungavunyelwe ngesabatha na?” 3 UJesu ebaphendula wathi:…

NGOKUKALUKA 7

Ukuphulukiswa kwenceku yenduna 1 Kwathi eseqede onke amazwi akhe ezindlebeni zabantu, wangena eKapernawume. 2 Inceku yenduna yekhulu ethile ethandekayo kuyo yayigula, isizakufa. 3 Isizwile ngoJesu yathuma amalunga abaJuda kuye, imcela…

NGOKUKALUKA 8

UJesu ushumayela ngemifanekiso 1 Kwathi emva kwalokho wayehamba imizi nemizana eshumayela ememezela ivangeli lombuso, benaye abayishumi nambili 2 nabesifazane abathile ababephulukiswe kubo omoya ababi nasezifweni: uMariya obizwa ngokuthi uMagdalena, okwakuphume…

NGOKUKALUKA 9

Ukuthunywa kwabaphostoli 1 Wayesebabizela ndawonye abayishumi nambili, wabanika amandla negunya phezu kwamademoni onke nokuphulukisa izifo. 2 Wabathuma ukushumayela umbuso kaNkulunkulu nokuphulukisa. 3 Wathi kubo: “Ningaphathi lutho lwendlela, naludondolo, nasikhwama, nasinkwa,…

NGOKUKALUKA 10

Ukuthunywa kwabafundi abangamashumi ayisikhombisa 1 Emva kwalokho iNkosi yamisa abanye abangamashumi ayisikhombisa, yabathumela ngababili phambi kwayo emizini nasezindaweni zonke ebizakuya kuzo yona. 2 Yathi kubo: “Ukuvuna kukhulu, kepha izisebenzi ziyingcosana;…