NGOKUKAJOHANE 11

Ukuvuswa kukaLazaru 1 Kwakukhona othile ogulayo, uLazaru waseBethaniya umuzi wakubo kaMariya nodadewabo uMarta. 2 UMariya kwakunguye owagcoba iNkosi ngamafutha, wesula izinyawo zayo ngezinwele zakhe, omnewabo uLazaru wayegula. 3 Ngakho-ke odadewabo…

NGOKUKAJOHANE 12

UJesu ugcotshwa eBethaniya 1 Ngakho kuseyizinsuku eziyisithupha ngaphambi kwePhasika, uJesu wafika eBethaniya, lapho wayekhona uLazaru uJesu amvusa kwabafileyo. 2 Base bemenzela ukudla khona; uMarta wayephaka, kepha uLazaru wayengomunye wababehlezi ekudleni…

NGOKUKAJOHANE 13

Isidlo sokugcina sikaJesu nabafundi bakhe 1 Kwathi ngaphambi komkhosi wePhasika uJesu azi ukuthi isikhathi sakhe sesifikile ukuba amuke kuleli zwe, aye kuYise, ebathandile abakhe abasezweni wabathanda kwaze kwaba sekupheleni. 2…

NGOKUKAJOHANE 14

Inkulumo yokuvalelisa kukaJesu 1 “Inhliziyo yenu mayingakhathazeki. Kholwani nguNkulunkulu, nikholwe nayimi. 2 Ekhaya likaBaba kukhona izindlu eziningi; uma bekungenjalo, bengiyakunitshela ukuthi ngiya ukunilungisela indawo. 3 Nanxa ngiya nginilungisela indawo, ngobuye…

NGOKUKAJOHANE 15

Umvini namagatsha 1 “Mina ngingumvini owonawona, uBaba ungumlimi. 2 Yilelo nalelo gatsha elikimi, elingatheli izithelo, uyalisusa. Yilelo nalelo elithela izithelo uyalihlunga ukuba lithele kakhulu. 3 Nina senihlanzekile ngezwi engilikhulume kinina….

NGOKUKAJOHANE 16

Isigcino senkulumo kaJesu. Ukuhlupheka okuzayo 1 “Lokho ngikukhulume kini ukuba ningakhubeki. 2 Bayakunikhipha emasinagogeni,* yebo, siyeza isikhathi sokuba lowo onibulalayo uyakuthi ukhonza uNkulunkulu. 3 Lokhu-ke bayakukwenza ngokuba bengamazanga uBaba nami;…

NGOKUKAJOHANE 17

Umkhuleko kaJesu ezikhulekela yena, nabafundi bakhe, nabo bonke abakholwayo 1 UJesu wakhuluma lokho; wayesephakamisela amehlo akhe ezulwini, wathi: “Baba, isikhathi sifikile; khazimulisa iNdodana yakho, ukuze iNdodana ikukhazimulise wena, 2 njengalokho…

NGOKUKAJOHANE 18

Ukuboshwa kukaJesu 1 UJesu esekhulume lawo mazwi waphuma kanye nabafundi bakhe, waya phesheya komfudlana iKedroni, lapho kwakukhona insimu angena kuyo yena nabafundi bakhe. 2 NoJuda owamkhaphelayo wayeyazi leyo ndawo, ngokuba…

NGOKUKAJOHANE 19

UJesu ulahlwa yicala 1 UPilatu wayesemthatha uJesu, wamshaya. 2 Amabutho aluka umqhele wameva awufaka ekhanda lakhe, amembathisa ingubo ebubende; 3 aya kuye, athi: “Bayede, nkosi yabaJuda!” Ammukula. 4 UPilatu wabuye…

NGOKUKAJOHANE 20

Ukuvuka kukaJesu 1 Kwathi ngosuku lokuqala lweviki uMariya Magdalena wafika ethuneni ekuseni kusemnyama, wabona itshe lisusiwe ethuneni. 2 Khona wayesegijima waya kuSimoni Petru nakulowo mfundi omunye uJesu amthandayo, wathi kubo:…