NGOKUKAJOHANE 1

UbuNkulunkulu nobuntu nomsebenzi kaJesu Kristu 1 Ekuqaleni wayekhona uLizwi, uLizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu. 2 Yena lowo wayekhona ekuqaleni kuNkulunkulu. 3 Konke kwavela ngaye; ngaphandle kwakhe akuvelanga lutho kukho konke okuvelileyo….

NGOKUKAJOHANE 2

Isimangaliso sokuqala sikaJesu 1 Kwathi ngosuku lwesithathu kwakukhona umshado eKhana laseGalile; wayekhona lapho unina kaJesu. 2 NoJesu nabafundi bakhe babemenyiwe emshadweni. 3 Kwathi ukuba lisweleke iwayini, unina kaJesu wathi kuye:…

NGOKUKAJOHANE 3

UJesu ukhuluma noNikodemu 1 Kwakukhona umuntu wakubaFarisi, nguNikodemu igama lakhe, isikhulu sabaJuda. 2 Lowo-ke weza kuye ebusuku, wathi kuye: “Rabi, siyazi ukuthi ungumfundisi ovele kuNkulunkulu, ngokuba akakho ongenza lezi zibonakaliso…

NGOKUKAJOHANE 4

UJesu ukhuluma nowesifazane waseSamariya 1 Kwathi ukuba iNkosi yazi ukuthi abaFarisi bezwile ukuba uJesu wenza abafundi, ebhapathiza abaningi kunoJohane, 2 ingani uJesu uqobo kabhapathizanga, kodwa kwakubhapathiza abafundi bakhe, 3 yamuka…

NGOKUKAJOHANE 5

UJesu uphilisa isiguli eBethesda ngesabatha 1 Emva kwalokho kwakukhona umkhosi wabaJuda; uJesu wakhuphukela eJerusalema. 2 Kukhona-ke eJerusalema ngasesangweni lezimvu ichibi elithiwa ngesiHeberu iBethesda, linemipheme eyisihlanu. 3 Kwakulele kuyo abagulayo abaningi…

NGOKUKAJOHANE 6

UJesu usuthisa amadoda ayizinkulungwane eziyisihlanu 1 Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya. 2 Samlandela isixuku esikhulu, ngokuba babebona izibonakaliso azenzayo kwabagulayo. 3 UJesu wenyukela entabeni, wahlala phansi…

NGOKUKAJOHANE 7

UJesu ukhuphukela eJerusalema ngomkhosi wamadokodo 1 Emva kwalokho uJesu wahamba eGalile, ngokuba wayengathandi ukuhamba eJudiya, lokhu abaJuda bebefuna ukumbulala. 2 Kwase kusondele umkhosi wabaJuda, owamadokodo. 3 Base bethi kuye abafowabo:…

NGOKUKAJOHANE 8

Owesifazane obanjwe ephinga 1 Khona uJesu waya eNtabeni Yeminqumo. 2 Ekuseni kakhulu wabuye weza ethempelini; abantu bonke beza kuye; wayesehlala phansi, wabafundisa. 3 Kepha ababhali nabaFarisi baletha kuye owesifazane ebanjwe…

NGOKUKAJOHANE 9

UJesu uvula amehlo omuntu owayezelwe eyimpumputhe 1 Wathi edlula, wabona umuntu owayeyimpumputhe kwasekuzalweni kwakhe. 2 Abafundi bakhe bambuza bathi: “Rabi, ngubani owonayo, lona noma abazali bakhe, aze azalwe eyimpumputhe na?”…

NGOKUKAJOHANE 10

Umalusi omuhle 1 “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Ongangeni ngesango esibayeni sezimvu, kodwa ekhwela ngenye indawo, lowo uyisela nomphangi. 2 Kepha ongena ngesango ungumalusi wezimvu. 3 Umlindisango uyamvulela lowo; nezimvu ziyalizwa…