KWABASEROMA 11

Insali ka-Israyeli yasindiswa 1 Ngalokho ngithi: UNkulunkulu usilahlile isizwe sakhe na? Qha nakanye, ngokuba nami ngingumIsrayeli, wenzalo ka-Abrahama, wesizwe sakwaBenjamini. 2 UNkulunkulu akasilahlanga isizwe sakhe ayesazi ngaphambili. Kumbe anazi yini…

KWABASEROMA 12

Ukuhamba okungcwele 1 Ngakho ngiyanincenga, bazalwane, ngobubele bukaNkulunkulu ukuba ninikele imizimba yenu ibe ngumnikelo ophilileyo, ongcwele, othandeka kuNkulunkulu, kube ngukukhonza kwenu kokuqonda; 2 ningalingisi leli zwe, kodwa niguqulwe isimo ngokwenziwa…

KWABASEROMA 13

Ngokulalela amakhosi 1 Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso, ngokuba akukho mandla ombuso angaveli kuNkulunkulu; lawa akhona amiswe nguNkulunkulu. 2 Ngakho-ke omelana namandla ombuso umelana nesimiso sikaNkulunkulu; kepha abamelana…

KWABASEROMA 14

Indlela yokuphatha ababuthakathaka ekukholweni 1 Kepha obuthakathaka ekukholweni mamukeleni, kungabi ngokwahlulela ngezizindlo. 2 Omunye ukholwa ukuthi angadla konke, kepha obuthakathaka udla imifino. 3 Odlayo angamdeleli ongadliyo, ongadliyo angamahluleli odlayo, ngokuba…

KWABASEROMA 15

Abanamandla mabasize ababuthakathaka 1 Kepha thina esinamandla sifanele ukuthwala ubuthakathaka babangenamandla singazithokozisi thina. 2 Yilowo nalowo kithi makathokozise umakhelwane, kube kuhle, aze akheke, 3 ngokuba noKristu akazithokozisanga yena, kepha kunjengokuba…

KWABASEROMA 16

UPawulu ukhonza kubazalwane 1 Ngiyamncoma kini uFebe, udadewethu oyisikhonzi sebandla laseKenikreya, 2 ukuze nimamukele eNkosini njengokufanele abangcwele, nimsize noma kuyiphi into angase ayidinge kini, ngokuba yena ube ngumsizi wabaningi, nowami…