KWABASEROMA 1
Isibingelelo 1 UPawulu, inceku kaKristu Jesu, umphostoli obiziweyo nowahlukaniselwe ivangeli likaNkulunkulu, 2 alethembisa ngaphambili ngabaprofethi bakhe emibhalweni engcwele 3 mayelana neNdodana yakhe eyavela enzalweni kaDavide ngokwenyama, 4 eyabonakaliswa ngamandla ukuthi…