KWABASEKOLOSE 1

Isibingelelo 1 UPawulu, umphostoli kaKristu Jesu ngentando kaNkulunkulu, noThimothewu umzalwane 2 kubo abaseKolose, abangcwele nabazalwane abakholwayo kuKristu; makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu. UPawulu ubonga ukukholwa nothando lwabaseKolose…

KWABASEKOLOSE 2

Isiluleko sokubambelela kuKristu 1 Ngokuba ngiyathanda ukuba nazi ukuthi kukhulu kangakanani ukulwa enginakho ngenxa yenu nabaseLawodikeya nabo bonke abangabonanga ubuso bami ngamehlo, 2 ukuze izinhliziyo zabo ziduduzwe, behlanganisiwe othandweni babe…

KWABASEKOLOSE 3

Ukunaka okwaphezulu 1 Ngakho uma navuswa kanye noKristu, funani okwaphezulu, lapho ekhona uKristu, ehlezi ngakwesokunene sikaNkulunkulu; 2 nakani okwaphezulu, ninganaki okusemhlabeni. 3 Ngokuba nafa, ukuphila kwenu kufihliwe noKristu kuNkulunkulu; 4…

KWABASEKOLOSE 4

Ukuqinisela ekukhulekeni 1 Makhosi, zenzeleni izinceku zenu okulungileyo nokufaneleyo; nazi ukuthi nani nineNkosi ezulwini. 2 Qiniselani ekukhulekeni, nilinde kukho ninokubonga. 3 Nathi nisikhulekele, ukuze uNkulunkulu asivulele umnyango wezwi ukuba sikhulume…