KWABASEGALATHIYA 1

Isibingelelo 1 UPawulu, umphostoli ongaveli kubantu noma ngomuntu, kodwa ngoJesu Kristu noNkulunkulu uYise owamvusa kwabafileyo, 2 nabazalwane bonke abanami kuwo amabandla aseGalathiya: 3 Makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba…

KWABASEGALATHIYA 2

Ivangeli elishunyayelwa nguPawulu lamukelwa ngabaphostoli baseJerusalema 1 Kwathi emva kweminyaka eyishumi nane ngabuye ngenyukela eJerusalema kanye noBarnaba, ngithatha noThithu futhi. 2 Kepha ngenyukela ngambulelwe; ngabalandisa ivangeli engilishumayela phakathi kwabezizwe, kepha…

KWABASEGALATHIYA 3

UMoya uyamukelwa ngokukholwa 1 O nina maGalathiya angaqondiyo! Ngubani oniloyileyo nina enalotshelwa phambi kwamehlo enu umfanekiso kaJesu Kristu ebethelwe esiphambanweni na? 2 Yilokhu kuphela engithanda ukukwazi kinina ukuthi: Namukeliswa uMoya…

KWABASEGALATHIYA 4

NgoKristu sithola ukuba sibe ngabantwana bakaNkulunkulu 1 Kepha ngithi ngesikhathi indlalifa iseyingane, kayahlukile ngalutho encekwini, ingani iyinkosi yakho konke; 2 kodwa iphansi kwabaphathi nababonisi, kuze kube yisikhathi esamiswa nguyise ngaphambili….

KWABASEGALATHIYA 5

Isiyalezo sokuphatha kahle inkululeko engobuKristu 1 UKristu wasikhulula ukuba sibe nenkululeko; ngakho-ke yimani niqine, ningabe nisaboshelwa ejokeni lobugqila. 2 Bhekani, mina Pawulu ngithi kini, uma nisoka, uKristu kayikunisiza ngalutho. 3…

KWABASEGALATHIYA 6

Iziyalezo zokugcina 1 Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzibheke wena, funa uyengwe nawe. 2 Thwalisanani imithwalo yenu, nigcwalise kanjalo umthetho kaKristu. 3 Ngokuba uma…