KWABASEFILIPI 1

Isibingelelo 1 OPawulu noThimothewu, izinceku zikaKristu Jesu, kubo bonke abangcwele kuKristu Jesu abaseFilipi, kanye nababonisi namadiyakoni:* 2 Makube kini umusa nokuthula okuvela kuNkulunkulu uBaba wethu naseNkosini uJesu Kristu. UPawulu ubonga…

KWABASEFILIPI 2

Ukulandela uKristu ekuthotshisweni kwakhe nasekuphakanyisweni kwakhe 1 Ngakho-ke uma kukhona induduzo kuKristu, uma kukhona ukududuzeka kothando, uma kukhona inhlangano kaMoya, uma kukhona isisa nesihawu, 2 gcwalisani ukuthokoza kwami ukuba nibe…

KWABASEFILIPI 3

UPawulu ubaxwayisa ngokulunga okungokomuntu 1 Elokugcina, bazalwane bami, thokozani eNkosini. Ukunilobela khona lokho angikwenqeni, kepha nina kuyanigcina. 2 Xwayani izinja, nixwaye izisebenzi ezimbi, nixwaye abokusika. 3 Ngokuba singukusoka thina esikhonza…

KWABASEFILIPI 4

Iziluleko zokuqina nokuzwana ekukholweni, nokuthokoza eNkosini 1 Ngalokho, bazalwane bami abathandekayo nabalangazelelwayo, ntokozo yami nomqhele wami, yimani niqinile kanjalo eNkosini, bathandwa. 2 Ngiyamyala u-Evodiya, ngiyamyala noSintike ukuba babe nokuqonda kunye…