KUTHITHU 1

Isibingelelo 1 UPawulu, inceku kaNkulunkulu nomphostoli kaJesu Kristu ngokokukholwa kwabakhethiweyo bakaNkulunkulu nangokokwazi iqiniso elingokokukhonza uNkulunkulu, 2 ethembeni lokuphila okuphakade uNkulunkulu ongaqambi amanga akwethembisa phambi kwezikhathi zaphakade, 3 kepha ngesikhathi esifaneleyo…

KUTHITHU 2

UThithu ufanele ukukhombisa abezimo zonke ukuba bazamele ukuhamba okungcwele 1 Kepha wena khuluma lokhu okufanele isifundiso esiphilileyo 2 sokuthi: Amadoda amadala mawabe ngazithibayo, azothileyo, aqondileyo, aphilile ekukholweni, nasothandweni, nasekubekezeleni; 3…

KUTHITHU 3

Ukulalela amakhosi 1 Bakhumbuze ukuba bathobele ababusi neziphathimandla, balalele, balungele imisebenzi yonke emihle, 2 bangahlambalazi muntu, bangabi yizilwi, babe ngabavileyo, bebonakalisa ubumnene obukhulu kubantu bonke. 3 Ngokuba nathi kade sasiyiziwula,…