KUMAHEBERU 11

Amaqhawe enkolo esivumelwaneni esidala 1 Kepha ukukholwa kungukuqiniseka ngezinto ezithenjwayo, kuyiqiniso ngezinto ezingabonwayo. 2 Ngokuba okhokho bafakazelwa ngakho. 3 Ngokukholwa siqonda ukuthi izwe lonke ladatshulwa ngezwi likaNkulunkulu, kuze kuthi okubonwayo…

KUMAHEBERU 12

Ukubekezela ezinhluphekweni 1 Ngalokho-ke nathi, lokhu sinefu elingaka lawofakazi elisihaqileyo, masilahle konke okusindayo nesono esithandela kangaka kithi, sigijime ngokubekezela kulokhu kuncintisana esikumiselweyo, 2 sibhekile kuJesu, umqalisi nomphelelisi wokukholwa kwethu, owathi…

KUMAHEBERU 13

Imiyalo eyizinhlobonhlobo 1 Malume njalo uthando lobuzalwane. 2 Ningakhohlwa ukungenisa izihambi ngokuba ngalokho abanye bangenisa izingelosi bengazi. 3 Bakhumbuleni ababoshiweyo kungathi niboshiwe kanye nabo, nabaphethwe kabi, njengalokhu nani nisemzimbeni. 4…