IZENZO 21

1 Kwathi sesimukile kubo, sasuka ngomkhumbi, saqonda ngqo, safika eKhose nangangomuso eRodu; sasuka lapho, safika ePathara; 2 sesifumene umkhumbi owelela eFenike, sangena kuwo, samuka. 3 Kwathi sekuqhamuke iKhupro, sesilishiyile ngakwesokhohlo,…

IZENZO 22

UPawulu ulandisa abaJuda ngokuphenduka kwakhe 1 “Madoda, bazalwane, nani bobaba, yizwani ukuziphendulela kwami phambi kwenu kalokhu.” 2 Kwathi bemuzwa ekhuluma kubo ngolimi lwesiHeberu, bathula bathi du. Wayesethi: 3 “Mina ngiyindoda…

IZENZO 23

UPawulu ephambi komphakathi 1 UPawulu wayesegqolozela umphakathi, wathi: “Madoda, bazalwane, mina ngihambile phambi kukaNkulunkulu nginonembeza wonke omuhle kuze kube namuhla.” 2 Kepha umpristi omkhulu u-Ananiya wayala ababemi khona ukuba bamshaye…

IZENZO 24

UPawulu umangalelwa kuFeliksi; ugcinwa eKesariya eyisiboshwa 1 Emva kwezinsuku eziyisihlanu umpristi omkhulu u-Ananiya wewuka kanye namalunga athile nommeli othile uTertulu; laba bammangalela uPawulu kumbusi. 2 Yena esebiziwe, uTertulu waqala ukumbeka…

IZENZO 25

UPawulu umangalelwa phambi kukaFestu 1 Kwathi uFestu engenile esikhundleni, wasuka eKesariya emva kwezinsuku ezintathu, wenyukela eJerusalema; 2 abapristi abakhulu nezikhulu zabaJuda base bemangalela uPawulu kuye, bamncenga, 3 bazicelela umusa ngaye…

IZENZO 26

UPawulu uziphendulela phambi kukaFestu no-Agripha 1 Khona u-Agripha wathi kuPawulu: “Uvunyelwe ukuba uzikhulumele.” UPawulu wayeselula isandla, waziphendulela wathi: 2 “Maqondana nakho konke engimangalelwa ngakho ngabaJuda, nkosi Agripha, ngizibona nginenhlanhla, ngokuba…

IZENZO 27

UPawulu eyisiboshwa uhamba ngomkhumbi eya eRoma 1 Kwathi sekunqunyiwe ukuba siye e-Italiya ngomkhumbi, banikela uPawulu nezinye iziboshwa ezithile enduneni yekhulu, igama layo linguJuliyu, eyebutho likaKesari. 2 Sangena emkhunjini wase-Adramitiyu obusuzakuya…

IZENZO 28

UPawulu nabanye bamukelwa kahle ngabaseMelitha 1 Kwathi sesisindile khona, sezwa ukuthi isiqhingi sithiwa iMelitha. 2 Abantu bakhona basiphatha ngobubele obungavamile, ngokuba babebasa umlilo, basamukela sonke ngenxa yemvula eyayisina nangenxa yamakhaza….