IZENZO 1

Isingeniso.Ukwenyuka kukaJesu 1 Incwadi yokuqala ngayiloba, Theyofilu, ngakho konke uJesu aqala ukukwenza nokukufundisa, 2 kwaze kwaba lusuku akhushulwa ngalo, esebayalile ngoMoya oNgcwele abaphostoli ayebakhethile; 3 waziveza kubo ephilile emva kokuhlupheka…

IZENZO 2

Ukuthululwa kukaMoya oNgcwele 1 Kwathi sekufikile usuku lwePhentekoste, bonke babebuthene ndawonye. 2 Ngokungazelelwe kwavela ezulwini inhlokomo kwangathi eyokuvunguza komoya onamandla; yona yagcwalisa indlu yonke ababehlezi kuyo. 3 Kwase kubonakala kubo…

IZENZO 3

UPetru uphilisa umuntu oyisishosha 1 UPetru noJohane bakhuphukela ethempelini ngehora lokukhuleka, elesishiyagalolunye. 2 Kwase kulethwa indoda ethile eyisishosha kwasesiswini sikanina, ababeyibeka imihla ngemihla ngasemnyango wethempeli othiwa Omuhle ukuba icele ukwabelwa…

IZENZO 4

Ukuboshwa kukaPetru noJohane, nokuma kwabo phambi komphakathi wabaJuda 1 Kepha besakhuluma kubantu, abapristi nenduna yethempeli nabaSadusi babafikela, 2 benengwa ngukufundisa kwabo abantu nokumemezela ngoJesu ukuvuka kwabafileyo, 3 bababamba, babafaka etilongweni…

IZENZO 5

O-Ananiya noSafira 1 Kepha indoda ethile, igama layo lingu-Ananiya, inoSafira umkayo, yathengisa ngendawo; 2 yagodla inxenye yemali, nomkayo ekwazi, yaletha inxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli. 3 Wayesethi uPetru: “Ananiya, kungani…

IZENZO 6

Amadoda ayisikhombisa akhethwa ukuba aphathe abampofu 1 Kwathi ngaleyo mihla abafundi sebanda, kwavela ukukhonona kubaJuda abakhuluma isiGreki ngamaHeberu ngokuthi abafelokazi bakubo bayancishwa ekwabelweni kwemihla ngemihla. 2 Abayishumi nambili base bebiza…

IZENZO 7

Ukuziphendulela kukaStefanu 1 Umpristi omkhulu wayesethi: “Nembala lokhu kunjalo na?” 2 Yena wathi: “Madoda, bazalwane, nani bobaba, lalelani. UNkulunkulu wenkazimulo wabonakala kubaba u-Abrahama eseMesopotamiya, engakakhi eHarana, 3 wathi kuye: ‘Phuma…

IZENZO 8

USawulu uzingela amakholwa 1 Kepha uSawulu wayevumelene nabo ngokubulawa kwakhe. Ngalolo suku kwavela ukuzingelwa okukhulu kwebandla laseJerusalema; bahlakazeka bonke emazweni aseJudiya naseSamariya; kwasala abaphostoli bodwa. 2 Amadoda akholwayo ammbela uStefanu,…

IZENZO 9

Ukuphenduka nokubhapathizwa kukaSawulu 1 Kepha uSawulu esafutha ngokusongela nokubulala abafundi beNkosi, waya kumpristi omkhulu, 2 wacela kuye izincwadi zokuya eDamaseku emasinagogeni,* kuze kuthi uma efumana abantu baleyo Ndlela, abesilisa nabesifazane,…

IZENZO 10

Umbono haKorneliyu 1 Kwakukhona eKesariya indoda ethile egama layo linguKorneliyu, eyinduna yekhulu yebutho elithiwa elase-Italiya; 2 wayengumuntu okholwayo nowesaba uNkulunkulu kanye nendlu yakhe yonke, abela abantu abampofu izipho eziningi, ekhuleka…